*NGALE KWENDANDATHO PART 1 WeNjomane uyabona kodwa ukuthi - TopicsExpress



          

*NGALE KWENDANDATHO PART 1 WeNjomane uyabona kodwa ukuthi labafazi abasesiyo lento esabashada beyiyokusho uKhabazela ethi ukuqhabula engilazini(glass)phela bahleli nebhodlela lePlatinumey yazi ngithi ngiyibona ngedwa lento weMkhize,owami phela uyafa ukuqhumakugcizelela uNjomane. Mina awomi ngamushada eyislenda sakwabo esho ngefiga,kodwa manje ayi useyangixakaesho eshaya izandla uMkhize yey minake nje useyangisinda embhedeni sengize ngiphelelwe nawuthandoesho eqhabula ebuye ebeke phansi uNjomane.Mina angisayingeni eyakhe sdalo naye useyazikusho uMkhize eziphuzela iBeer. WeMpume nakhu umuntu ebulawa inkemane yasekamelweni awungisize bo,phela uNjomane nje usedlala utshwala eyami akasayingeni qobokusho umka Njomane uNomsa heeee aibo wentombi uyabhuqa yazi,kanti nawe uhlaselwe isifo esifanayo nesami,phela nakwami nje ngikhala lesokusho umka Mkhize uMpumeaibo kahle wena ukuganga yinike wena uthi inkinga ikuphi owakho,ngoba phela uNjomane kimi wangitshela emehlweni wathi sengikhuluphele kakhulu manjekusho uNomsa elindele impendulohahaha ai lamadoda ayagula sphambano, ukhuluphelephike wena njengoba ufaka u-size 38 njekusho uMpume ebukisisa uNomsa umngani wakhe,phela lamakhosikazi asemancane woma bandla futhi ame kahle ngathi ayezikhanda wona uMpume nje ufaka u-size 40,futhi ume kahle ngathi uyazenzela.Bobabili labangani bamile nkosi mpela basho ngama figa abo namabele abo alingene kahle nezitho ngathi ziphuphuzela uboya nezinqa ezigcwele kamnandi angiphathike ama-hips ngathi bayabukisa,bayakhanya ngokwebala bobabili bahle baqedile.UMpume unengane eyodwa kanti uNomsa ezakhe zimbili ezabafana zonke lezinganeai wemngani nami angsazi kumele ngenzeni oe phela lendoda iyabheda njekukhala uNomsathola HERBAX ntombikusho uMpumenaweke kumele uyitholekugcizelela uNomsa,bavele bayokhele insini bahleke baze babhansane. Baphazanyiswe ukungene kukathisha uMhlongo ezobheka okuthile estuff office,Bathule Du aw ngyaniphazamisa yini makhosikazikusho lothisha osemncane ngoba uneminyaka ewu28 ukuthi nje wakhekile unomziba omdala kunayecha lutho mkhwenjanakusho uNomsa,angithi uNomsa ugane uNjomane manje umbiza ngomkhwenyana wakhe-keawu phela ngingene nihlekela phezulu kuyabonisa nje ukuthi zinithinta ngaphakathi lezi enizithamundayo,aningixoxele namikusho uthisha uMhlongo ebe eqhubeka efuna intoyakhe awu kuyafana nje wena ngeke usize ngalutho boy usemncane skhuluma izinto ezijule kabikusho uMpume,bavele bahleke bobabili baze babhansaneawu ngempela oe ngeke asize umfana lonakugcizelela uNomsaaibo ngyanikhuzake njalo senidlala ngomlilokusho uMhlongo engabanakile heee uyayizwa ingane,uyamuzwa umkhwenyana wakho uthini Nomsa bhasop ke esho ephela insini uMpume awu suka ngathi kuhluleka ubhuti wakhe yenake ubeyinibavele baphele insini,avele anikine ikhanda uMhlongo asheshise athathe akuzele aphume. yabonake oe ngikutshenile kuhluleka obhuti bakhe yenake engalunga kanjanikusho uNomsa efa ihlayaaibo ngyanikhuza njalouMhlongo evula umnyango elunguza ngenkulumo,qede avale futhi.Basale bayokhele insini bahleke baze babambane ngqi. Omunye acamele esfubeni somunye ngamabele,babukane eside iskhathi,basondelane slowly baqabulane eskhashana badedelane.Baphinde bahleke futhiayibo oe sesingaze sizisize nje impela amadoda sinawo amanyeke egcwele izwe lonke likaThixokusho uMpume beqeda kuqabulanaawu mngani sokwenza njani ngoba sihlonipha imshado yethukusho uNomsa aw oe maybe lapho ekhona nje lamadoda ethu ahamba nezincane izingane lezi thina silibele ukuvala imlenze lanakusho uMpume cha lapho oe uqinisile,phela ayikho indoda engahlala ingakunaki iviki lonke ingatholi ndawo lutho nje sebeyajola labakunezezela uNomsa.Phela amadoda alamathishelakazi asebenza kwamasipala wakhona la eMsinga ashayela izimoto,aligadula lonke izwe laseMsinga.Futhi ahlangana nalo lonke uhlobo lwabantu. yey wemfana ngihlangabezane nenkingake namhlanje heee ai angikwazi lokhuuthisha uMhlongo exoxela umngani wakhe ofundisa eskoleni saseMsinga High kodwa bahlala ndawonye ema-cottage angaseskoleni esifundisa uMhlongo okuyi CABANGOKUHLE HIGH,kodwa bahlukene ngezindlu njewoza nengaba mfana kwenzenjani zyafeyila ingane?kubuza uMduai lutho mfana ingane zikahlekusho uMhlongomanjeke ini kantiuMdu esejahe ukuzwa indabalabomama engifundisa nabo uyabona laba abahle nje ababangani umem Njomane nomem Mkhize?kuchaza uMhlongoja ngyababona mfethu laba engangibakhala ngithi bame kahle,akusibo futhi omama labanakusho uMdu eselangazelele indaba.Phela ababadala kakhulu ngoba balinganiselwa eminyakeni ewu 40-43 yey ngingena estaff office mfethu behlekela phezulu,ngavele ngangena bathula du sengathi behleba,kodwa okungixakile ukuthi bathe kimi ngiyingane futhi ngeke ngibenze lutho,omunye wathi ngingamenzani ngoba nobhuti wami uyehluleka besekusho lona ogane kwaMhlongo phelakulanda uMhlongoawu mfana cha abakuboni yeah,mina bengzobabuza ukuthi basho ngandlelanikusho uMdu ehleka umnganakheawu ndoda laba nje balambileuMhlongo IYAQHUBEKA
Posted on: Thu, 09 Oct 2014 10:45:34 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015