17/10/2014 Generation Reloded [Kwa Ruby] Mawande: Uxolo sisi - TopicsExpress



          

17/10/2014 Generation Reloded [Kwa Ruby] Mawande: Uxolo sisi ngendaba kaDineo, uqhuba njani wena? Ruby:Akasophinde abuye umntanam, I have to move on. Mawande:Hhayi masingalahli ithemba, sizawumfumana noMzwanele sa. . . Sompisi:Hehe ubani lelipetshisi lesimomondiya esihle kanjaka? (usebona intombi) Ake ngizethule ntokazi: (egiya okwensizwa) Ngingu Sothole UNdlela kaSompisi, NginguSompisi owaphemba ngamakhandamad oda, Abanye bephemba ngomlilo! Nongenabhaskidi uyangeneMakethe! Manje ke Ntombi emhlophe okwezihlabathi zolwandle uyangifaka noma uyangikhipha na? Mawande:Hahahahahah bab Sompisi. Ruby:Hehehe ubaba bakithi. [Dineo and Sello] Sello:Sesiside lesikhathi awungivumeli noma ngikuqabule nje kuphela, sondela ngiqabule Dineo. Dineo:No! Sello:Okay kulungile ngizo stripper ngikudansele khona nawe uzongena kwi mood . . . Dineo:You tried to rape me Sello, I dont trust you! Sello:No Dineo ngeke ngiyenze leyonto futhi. Im trying to show you my romantic side. Dineo:Ka nnete? If thats true untie me, well dance together, I havent danced in a long time please. (ezincengela) Sello:Okay ngiyakuqaqa kodwa ungazami ukubaleka. Dineo:Ke a leboga Sello youre a good man, ke a go rata. (smiles) Sello:Ngempela uyangithanda? Uma uqinisile then kiss me.(ajabule) Dineo:Ee . . . Close your eyes, Ill prove it. Sello:Okay here comes my kiss. [Acimeze ngempela uSello, uDineo avele adonse i- vase amsakaze ngayo ekhanda - Aphuthume athathe i-phone] Dineo:Let me call mom. [Kwa Ruby: phone rings] Ruby:Weh klibhi angiluphenduli nje lolucingo luzokhala luze lufudumale, at this time of night. Futhi wothi ngilucishe. [UDineo uzama ukubaleka kodwa akawutholi ukhiye wokuvula, isikhathi asikho uSello uyavuka] Sello:Awu Dineo, wenzani? Come here! (ambambe ambophe futhi) Dineo:Ntlogele! (amlume amlwise) Sello:Auw hey you feisty little thing, kusazoba mnandi la. Hehehe I like your bite grrrrr! Dineo:Why are you doing this to me? I miss my family! Sello:UMama wakho wakho wazi ukuthi usufile, ngimthumele ubufakazi to convince her so she can move on. Dineo:What?! Sello:Ngithumele noDlomo i-evidence evezayo ukuthi uKenneth obekuthumbile. Sesi free thina manje asibayeke baxabane bodwa hehehe thina siziphilele kamnandi, ukuthi wena awufuni ukuzwana nami. Dineo:I hate you! iyeza enye.....ya monday.. by msimos
Posted on: Sat, 18 Oct 2014 09:06:29 +0000

Trending Topics




© 2015