63/67 Thokozani Emmanuel Chonco Kwaku nendoda eyayiyindoda - TopicsExpress



          

63/67 Thokozani Emmanuel Chonco Kwaku nendoda eyayiyindoda ifuyile«imfene»yayishiya yaya eGoli yalinda imfene lutho ukubuya.yacabanga imfene yath iyomfuna yayimbona uma egibela istimela uma ehamba umnumzane yagqoka I overall ne cap namabhuzu yaqonda estimeleni yagibela`manje ayazi ukuth kuyakhokhwa wafika u gadi wafuna imali yathula yabheka phansi wadinwa ugadi bashudulisana efuna ukuyehlisa lemfene`waze wayehlula ngamandla yawa kwavela umsila bamemeza abantu”shaye madala kant ufihle nemvubu yaphuma yabaleka izwa umsindo
Posted on: Thu, 18 Jul 2013 17:40:52 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015