AKUKA PHELI NGAWE ITS NOT OVER (SHORT STORY) - TopicsExpress



          

AKUKA PHELI NGAWE ITS NOT OVER (SHORT STORY) Kusendlini kwa Shabangu isidlo. Sase busuku kuzwakalw ngezinja. Zikhonkotha phandle. Kuphume u Thembelani. Eyoqalaza ubani ebusuku. Kanjena odliwa izinja, kuphela imizuzu elishumi lutho.. Ukubuya uThembelani phandle . Izinja zithule manjena kuphume.UYISE KAThembelani phandle. Engaboni lutho kshuthi. Abangani bakhe kulalwe.......... Lutho uThembelani ebusuku ngovivi. Kuse kuyobuzwa uThembelani kubangani. Lutho kodwa bathola ukuthi. Akaze abonakale nhlobo. Njena lendaba ka Thembelani isiyasolisa ngoba uhambe. Ewu muntu oyoganda izinja.kusho uYenzi usisi kaThembelani . Loludaba kwaphela iviki engabonwa. Uyise kaThembelani wayengakholelwa emthini............... Basindiwe lane khaya ngenxa yokuthi. Idlozi inte ngekho kubizwe. Amakholwa azokhuleka kukhulekwe. Lutho umfana ukuphuma esikhundleni salokho. Kuvela incadi esuka eposini. Efika noNtobeko owelama uThembelani incwadi. Ithi umuzi uzodliwa emvakwa masonto amabolo. Ngenxa yezikwe letu ezibhekene. Nalomndeni wakwa Shabangu okwasekunzima ngisho. Ukudla kumaNene umkashabangu owayeli kholwa. Elikhulu egqoka ngisho ijoyini njalo............ UYenzi avakashele ka makhalwane.okudanya lapho afike khona.wadalala noGugu ibhola lashumpu. UYenzi bamshaye nge bhola athi. Uyolilanda lalingase qhugwaneni elimnyama. Kwa phuthuma umngani wakhe. Ugugu sukalapho mngani. Akungeni muntu lapho kungena. UmBhense inyanga. Kanye nobaba njalo ebsusku mngani. Kumele uhambe manjena. Frnd umama menga kubona. Engakuxosha kabi futy ngeke uze ubuye. UYenzi aye kamelweni. Lakhe ahlale phansi..... Acabange ngabe yn eyenza ugugu angixoshe. Mina kodwa ngzothola phela angihlulwa yi lutho. Kuse njalo uYenzi afikelwe umcabango wokuyo bona. Isangoma esabe sesi neminyaka. Emningi singakaze sivakashelww , muntu ngenxa yokuthi siyathakatha. Besisukela ngoba singosokufika. Uyenzi aye esangomeni sifike sithi. Esangena ngathi mntanami ungakhumula. Amacici lawo kanye nalezo nwele. ........ UYenzi enze ngoba kushiwo ubani . Lo engimbonayo mina kubhula isangoma. Okwa phela ihour sithi. Asiyi kholwa lento ke uyenzi. Yn baba khuluma kusho uyenzi owabe . Eselindele impemdulo umfowenu . Ey uvalelekile kabi kabi wena. Sukuma izinkinga zakini. Zoqaqaqwa nguwe abadala bakini.bakunika amandla okunqoba. Izinto eziningi kabi wena. Kuzomele uvumele idlozi lakinu. Kuzomele uyeke utswala 3 weeks kanye nokwenza ucansi. Siyezwana yini ntombazanyana. Mase uvumela ubizo. Uzophalaza ekhandleleni elimnyama ngaphandle. Ebusuku wedwa cc wami.......... Avume uYenzi konke okushiwo ngaye. Kuphele lo 3 weeks uYenzi useshintsile usengomunye. Umuntu aqhubeke aphalazele. Ekhandleleni ugugu useskoleni beno Yenzi bakhuluma. Ngezinkinga zase makubo. Oh kukhona indana okumele uyazi. Kusho uGugu. Etsela uYenzi angithi. Angeku tsele muntu. Uyenzi avume evumela phezulu. Ohk ekhaya kukhona umunto ohlala. Eqhugwaneni uhlezi ekhala njalo. Oh uYenzi akhumbule amazwi esangoma. UYenzi aphume khay aye sangomeni. Lapho afike abantu bebaningi kugcwele.kunyi mfika amanzi.uyenzi awakhiphe akorobhe kube clean endlini......... Asichazele ngale nkinga eyenzakele.kuye kusenjalo kuqhamuke isangoma. Sibonge singabe sisakhuma lutho.sinike uYenzi umuthi wokuthibalisa. Abantu uyenzi wathathe lomuthi awubhekise phezulu. Kubo ebsuku uyenzi aye kochama abone. Ngo Thembelani ehujwa zilwane aqonde esangwaeni. Achithe intlezi kubaleke izilwane. Uyenzi athathe ebsuku athathe uThembelani. Amuse sangomeni safike samgcaba. Samuphalazisa wahlala inyang aBakwa. Sbiya omakhelwama babw gcwele ema gcekeni. Akwa Shabangu bezo halambuluka. Kukhona ngisho nenkosi yendawo. Eyaye izolale yithi esathatha uthembelani. Samenza umkhovu kodwa wasihlula sasibulawa umona wokuthi. Ufundile saithi siyanilaya.kusho isililo kubabazwe uYenzi akekho usenyangeni lapho afike. Athatha uthembelani ose ryt. Uyenzi isangoma uthembelani baya kwa sShabangu lapho. Abafica umphakthi ugcwele kube isililo bebona uthembelani. Owazikhumulea wathi abakwa sbiya akabafuni esho ukubaqeda.nge wisa.... Abakwa sibiya baxolise bathi kuthembelani akukapheli ngawe mntanami umona ubudlala ngath siyaxolisa. Uthembelani afonele amaphoyisa babo shwe abakwa sbiyaa.kuthawhwe amakhumbi, anikwa bakwa shabangu. Bacebe oshabangu uthembelani ashade no gugu... Plz gyz coment more are coming gd pplz tanx for this oppotuniert
Posted on: Mon, 29 Dec 2014 05:19:05 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015