Abafana namagama abo 1. Innocent - bacela njalo ukphuma - TopicsExpress



          

Abafana namagama abo 1. Innocent - bacela njalo ukphuma bayetoilet angani phela babhema kakhulu insangu . 2. Patrick - badala mawngabagqokisa umswenko ungaztshela ukuth bawothisha kanti uzfundela ugr11. 3. Andile - badom abakholelwa sekthen badlule eklasi bengalphindanga nomikaw2 4. Emmanuel - izthithibala zeskole ezaziwayo ezsaba nokshela. 5. Goodman - izonkebonke, iyacula, idlalibhola, ihlakanphile, idla neyngane. 6. Benedict - izqengqe zeskole lezi wonke ama answer uzowathola kbona. 7. Michael (maykheli) - amacharma eskole abamba iyngane kphela. 8. Freedom - baphaphe lento ecikayo. 9. Sfiso - bathanda ukbukwa sengath khonintabayaziyo kant doh kumnyamebswen benkawu. 10. Xolani - bayagoloza banenkani, kungasemnyango begolozelothisha. 11. Sandile - ngekumthole usandile ikwa-science, uzobathola kwageneral. 12. Sya - bagcina kagr11 abadluli lapho besebeyobhekamatoho. 13. Qiniso - iyngane zibancanywa kodwa bayazsaba. 14. Thabani - baba yizdudla zamajita bahlezi bedla amagwinya namakota njalo ngebreak. 15. Sphiwe - bayathula, bahlakanphile, at da same time neyngane zyadliwa. 16. Dumisani - bayalova plus bahlezi befika late. 17. Sizwe - abajwayele ukphuza njalo bt makphunywe itrip yeskole kyaziwa ukuth uzodakwathwalwe azahlanze. 18. Mondli - bazenza osomahlaya kanti banescefana. 19.Cedrick - bazithandela amaBhizinisi nje yonke indawo la abafika khona baqala iBhizinisi 20. Nkayiso - ingane ziyahlanya ngabo but bayazisaba
Posted on: Tue, 08 Jul 2014 09:21:26 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015