Admin ngibingele yimina lona ebengibhale i-post ngomawengane - TopicsExpress



          

Admin ngibingele yimina lona ebengibhale i-post ngomawengane obuyayo ngyabona abantu baye bavele baphendule nje bengayibukanga kahle into ikakhulu ngzophendula lona wakaMkhize othi ngizenza into eshisayo lalela mngani wami lomuntu wangenzela ubufebe ekhulelwe sadukelana lapho almost 9yrs uma ebuya ezocela uxolo ngambuza a silly question ukuthi sonke leskhathi uke wathandana yini ngokusa kwakhe nami ngobulima bami ngamkholwa uma ethi since ezihlalele wayesafuna kukhule ingane ok ke as umuntu uma usubona ezinye izinto ezingaqondakali ngiyilandelele kancane lento ngathola konke ngaye ngamtshela waqhubeka wabopha amanye amanga ok kanti unami nje ubevala iskhala se-ex abenayo ngikthole lokho kumanje as ngithi angimfuni eduze kwami angimfuni ngempela coz yona le-ex yakhe ubesenzeke islima kuyo ngoba ibingumngani nami ingixoxela konke futhi nami lapho ngaze ngayivusa ukuthi mfo be careful ke uma ubungakakutholi lomuntu usenokufa mina angthelele ngakho kumanje angazi ke ngoba ngendlela abemlandelela ngayo 4sho ugcine emudlile futhi kumanje uphi usemathuneni lomfo nd ngibuhlungu coz ngazama ukumqwashisa ai ngoba ngangikhalela umuntu wesfazane kodwa ngoba ngangbona ingozi alengele kuyo as umuntu owayengtshela nangama responsibilities akhe kubo so wena lomuntu owakaMkhize slima ndini uphendula into ongayazi ushone last month sdwedwe somfana yini laba enisazolithola leligcewane coz nizilima ukuthi ngnalo mina anginendaba kwaba ubudedengu bami kodwa angfisi omunye abe nalo ngyaxolisa ukwelula ngicasulwa ilaba abaphendula udoti.#Bongz
Posted on: Tue, 04 Nov 2014 11:17:32 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015