Admin ngicela ungifakele udaba lam and hide my identity ngiyi - TopicsExpress



          

Admin ngicela ungifakele udaba lam and hide my identity ngiyi female (27) yrs ngishadile so ngesikhathi ngenza u matric ngangijola no thisha ngaze ngakhulelwa ngamtshela wathi angisikhiphe isisu ngoba uzphelelwa umsebenzi if kuvela ukuthi ngikhuleliswe uyena wangiyisa ku DR ngasikhipha sahlukana kanjalo ke kwathi ngo 2009 I met my husband lo engishade naye waqala wangilobola ngo 2011 wenza konke saze sashada inkinga ilana asibatholi abantwana sesizame umyeni wami usekhiphe izimali eziningi senze konke senza nama test abuye ama results kuthiwe asinankinga sobabili sinayo inzalo kodwa abazi kuvimbephi kodwa akulungi ndawo nasemzini sebeyangithuka bangibiza ngenyumba sengihlezi ngikhala njalo and umyeni wami wazi ukuthi angikaze ngibe nengane yena unayo eyaphandle but ayihlali nathi manje last week ngiye komunye umama oyisangoma wathi nginayo inzalo kuphela kumele ngitshele umyeni wami nomndeni ngengakwenzayo inkinga ngiyasaba ngizolahlekelwa umyeni wam ngoba naye usenokungabuyi ekhaya sixabana njalo bengicela onolwazi lwenyanga engumavula kuvaliwe angisize ukuze ngithole ingane tnx let me know when uve posted #Ntando
Posted on: Tue, 02 Sep 2014 11:38:38 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015