Admin pls post,ngike ngayo sebenzela e eastern cape, after 3mnths - TopicsExpress



          

Admin pls post,ngike ngayo sebenzela e eastern cape, after 3mnths ngilapho, ngavakashelwa usisi womxhosa wath uthanda I life style yami,nokuthi akakaze angbone nginomntu wesfazane, ngabonga ke,sajwayelana ke naloyo sisi, kodwa angkhumbuli ngimtjela ezamathando, weza ngenyimini, wathi ngiye naye ekibo,,ngavuma nami, kanti lapho akukona ekubo kusemqhashweni nedi sebamjwayele, ngathi nje mangfika bangjabulela,ngangeniswa endlini ,ngenzelwa ukudla,ngadla nami,impilo yami ngaygcina lapho, angaz ukuth kwenzakalani ngoba after 2years ngashada naye loyo cc,ngine ngane naye yomfana, ekhaya baze bangfaka ku khumbulekhaya,abantu ke banikeza abakwa khumbulekhaya ukut bangang thola kuphi, ngifike ngahlanziswa ke la ekhaya, incondo yabuya, sengsaba nokbuyela emuva ngiyolanda izinto zami, ngithathe ne tranfer ,nomfaz wam wala emakhaya ngimthole ehleli umtwana wabantu englindile, cela lingbonise ukuth ngenze njani, ngisaba uklanda okungokwami le emaxhoseni
Posted on: Fri, 25 Oct 2013 07:09:44 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015