Ake ngikhulume namadoda ke namhlanje. Ngyazi amabonus kuyimanje - TopicsExpress



          

Ake ngikhulume namadoda ke namhlanje. Ngyazi amabonus kuyimanje ayanisinda and abanye sebethathe isinqumo sokuyovela emakhweni kodwa nakhu okumbalwa ekumele ukubheke b4 umuntu umlobole/umshade. 1. Kuzo zonke izingqinamba esenihlangabezane nazo enza sure ukuthi umuntu wakho useke wakubamba ukuthi uyamjolela and wakubekezelela lokho. 2. Umuntu wesifazane oqotho odeserve umendo/umshado ilona okutshela ukuthi noma ungaqonywa left, right and centre kodwa mina angisuki kulomuzi owanginika wona. Okunalokho uyoyeka lezifebe zakho mina angiyi ndawo 3. Okutshela ukuthi Uma umithise ngaphandle anginandaba nalokho uwena owaziyo ukuthi uzoyondla kanjani leyo ngane mina angifune shintsho kulo muzi wami. 4. Ngisho ningaba na-10 years ninawonye kodwa uma engakaze akubambe ufonelwa intombazane kuyingozi lokho ngoba once nashada then kwenzeke ufonelwe intombazane eyisihlobo sakho angazitshela ukuthi usuyajola akushiye. Uma uzovele ushiswe imali nokuthi umuntu umthanda kangakanani bese ugijima umlobole ungakawenzi lama test kuye uzokhala ekugcineni. Uma engakaze akubambe ufonelwa intombi or akubambe ukuthi uyajola, bhasobha ibhumu eliyoqhuma mhla wamshada and wakubamba ukuthi unomakhwapheni.
Posted on: Mon, 15 Dec 2014 14:48:44 +0000

Trending Topics



e="margin-left:0px; min-height:30px;"> Dollhouse Artwork Framed Print of a Portrait Painting ## Holiday
$$$jom tambah pendapatan melalui facebook...terbuka kepada

Recently Viewed Topics




© 2015