And i quote !!! Uma uSathane esefuna ukuqeda nya! Uyokyeka - TopicsExpress



          

And i quote !!! Uma uSathane esefuna ukuqeda nya! Uyokyeka ubhampe emsebenzini! Uyokyeka uphakame ubemkhulu ngakini! Uyoknikeza iTitle oyobizwa ngayo eyi symbol yakho! Yabona njengoba ngiwuZondo nje namhlanje angaz nami yaqhamkaphi lento kaZondo mina ngikhule ngiwuSthe bangshintsha o! Nakuba ngiba ngila ngoba sengihlonipha leTitle nginikwe yona kaZondo! Yonke into engiyenza ngiwu Zondo ngiyenza ngokungathi ngiyenza eNkosini!! Kodwa yonke into engiyenza ngiwu Sthembiso aydingi secret ay dingi respect into engenza ngikthande ukuba wuSthe yingoba yila engikwazi ukuba yimi khona, uSthe uke athuke inhlamba uma iChiefs idla iPirates Awbheke lezinja osban ban noSban ban badlisa iTeam! Kodwa uZondo nah mele awabheke amagama awoshoyo angithi yena uphilelela ukjabulisa abantu! UZondo uke athi edlula ngakwaMax mfethu qhamthushu oYellow Bone akhale uSthe Yo Yo Yo akhuze uZondo : Lalela Sthe okokqala ngiwufundisi!! Kodwa uSthe usebonile ukuthi naba abantwana! Angizthobi ngkhuluma iqiniso! No ngenzela ukuthi mashlangana eGateway Mall ungizwa ngithi Wow what a chic ungathuki ngtshele nje Mfundisi khuzuSthe kphela uSthe uyalaleka that i know!!! Lilodwa ilanga lauSathane naye algarantayo ukuthi wahlula lona hhay naye uvele akhohlwe! Mhla esezokqeda uyoklinda la ophumulela khona! Yabona la ophumulela khona abelungu baze baybize ngeComfort Zone,uma ekewafika wafica uJehova engekho uSathane ukushaya ungabi namlalmleli Unquote
Posted on: Thu, 22 Jan 2015 11:15:15 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015