As we continue to uncover new clan names, we need to get elderly - TopicsExpress



          

As we continue to uncover new clan names, we need to get elderly advise about ubuhlobo. Buhamba buphele kuphi? akesenze umzekelo. uMalandela uzala uZulu noQwabe (Gumede), ukuhlukana ngokombango wobukhosi kwadala izizwe ezimbili, abakwaZulu nabakwaQwabe. Ngokuhamba kwesikhathi uShaka ugcine ezihlanganisile lezizizwe wabumba umbusi wakwaZulu kodwa abesibongo sikaZulu bayakwazi ukuthatha kwaGumede yize noma bonke bebiza isithakazelo sikaMalandela ongukhokho wabo bobabili. Thina ngapha emaNgwaneni ubuhlobo buphela kuphi? Ziningi izibongo ezikhona, akukwazi ukuthihlobana sonke, kungenzeka ukuthi kukhona lapho bunqamuka khona ubuhlobo kwezinye izibongo kodwa sibe sonke siphuma esizweni sonke. Sizani sithole amakhehla silungise nalu udaba. We are not experts of history tradition and culture, we are simply a team that helps to uncover the unknown so we can share. We will be part of history, 100 years from now our children will thank all of you for being part of this page and helping to put back the dignity and rightful place where we belong in the Nguni history. We will continue to trace the history of Ngwane to establish connects between the Swazi Dlamini, Tshabangu, Bhengu and more.....we are from the Embo Nguni, there may have been disputes probably related to ukubangwa kobukhosi that led to different groups establishing their own Kingdoms yet we all come from a common ancestor who can be traced as far back as Central Africa hence there are people in Cameroon who use Ngwane as a surname. Our Journey has just begun
Posted on: Sun, 11 Aug 2013 09:04:52 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015