"BUILD THE HOUSE INSTEAD OF COLAPSING THE WALL OF THE - TopicsExpress



          

"BUILD THE HOUSE INSTEAD OF COLAPSING THE WALL OF THE HOUSE...MAKWAKHIWE INDLU INGAWISWA" Indlu ukuze udonga lwayo lunyuke kubiza ukuthi ubeke the bricks phezu kwamanye ama bricks...uma kwakhiwa indlu kubiza ukuthi ama blocks owakha ngawo abe iquality,ngike ngabona abakhi ababili bebakha ekwakheni kwabo kutholakale ukuthi lomunye wakha ngequality nalomunye wakha nge quality yamabricks kodwa kukhona nalawo ayiquantity lomunye athi mangabe akha angawafaki lawa ayiquantity,emva kwalokho sebakhile kutholakale ukuth elomunye udonga luyabhidlika olomunye alubhidliki mekufunwa inkinga yalokho kutholakala ukuthi lofake iquantity amablicks avuthukayo ngesikhathi akha indlu yakhe lomunye akawafakanga avuthukayo amablocks...:UMA UFUNA UKWAKHA INDLU EYIQUALITY,SEBENZISA IZINTO EZIQUALITY EKWIZONAZONA...UMA UFUNA EZOVUTHUKA AKHA NGEZINTO EZIVUTHUKAYO,UNGATHI UFUNA UKWAKHA QUALITY KANTI USEBENZISA IQUANTITY. "IQINISO NIYAKULAZI FUTHI IQINISO LIYAKUNIKHULULA"bible in here lisitshela ukuthi if we accept the truth we shall be set free,but if we run away from the truth asizokwamukeliswa ukukhululwa, iqiniso ukuthi awukwazi ukwakha ngequantity kodwa ufuna iquality...cela ukuzo khuluma nani bandla likaChrestu, kunento enhlizweni yami ewukuthi uma sinikwa ithuba lokukhuluma phambi kwe audience sithola sesibhidliza instead of building, ngicela ukukusho lokhu ukuthi ibandla indawo yokwakha,uma uzobhidliza you rather go away from the church, inkinga ekhona ukuthi nabathi bayakha bazitshela ukuthi bakha iquality kodwa basebenzisa amaquantity,yini lemvuthuluka or fake yama bricks engikhuluma ngawo,ngikhuluma ngezinto ezithathwe ngaphandle zafakwa endlini kaJehovah ekungaziso ezakhona,bathi bazokwakha,yinye indlela yokwakhi if you preach,shumayela uchrest ebethelwa emnqamulezweni engaxutshwe namanzi,nazinyoka namakhambi enyanga,namafutha kodwa enguchrestu...inkinga sithathe izinto ekungesizo ezokwakha okukanye ezingakulungele ukwakha sathi sakha ibandla likaChrestu kanti siyabhidliza, ebusuku kuthi angithi shiya lamaquantity shiya lezinto oziphethe kuhanjwe kuyokwakhiwa,indlela yokwakha ukuthi kukhulunywe iqiniso awukwazi ukwakha ngamanga,inkinga esinayo kugcwele amanga kugcwele ukupretend ayi sihlobo sami ngiyakumema woza sizokwakha kwakhiwe itemple likaJehovah ngeqiniso ekwionalona...hlukana nalezinto ezingathi shu kodwa woza sakhe ngochrestu ebethelwe simenze abe yifoundation yesikwakhayo...shiya imvuthuluka thatha ungqo wamabricks kuyakhiwa akubhidlizwa,khumbula sakha ngeqiniso,into mayiwukungcola ingcolile akufanele kukhethwe kodwa akwakhiwe ngeqiniso,IQINISO NIYAKULAZI IQINISO LIYAKUNIKHULULA,LIYAKHULULA IQINISO...DONT RUN AWAY FROM THE TRUTH COZ YOU RUNNING AWAY FROM YOUR FREEDOM,FROM YOUR OWN IDENTIFICATION EKUZITHOLENI WENA UQOBO,,,,!!! NGIYANIBINGELELA EGAMENI LIKAJESU CHREST...NGIYANITHANDA KAKHULU MINA,IBUSISO AZEHLELE PHEZU KWENU IN JESUS NAME,Amn
Posted on: Sat, 24 Aug 2013 19:17:17 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015