Bangcwele niyaphila?....GENESIS 22 v2 !..bengibuka u-Aubraham - TopicsExpress



          

Bangcwele niyaphila?....GENESIS 22 v2 !..bengibuka u-Aubraham ethatha u-ISAKA indodana yakhe ayithanda kakhulu,waya naye ezwen laseMORIYA,EYOBA UMHLATSHELO WOKUNIKELELA UJEHOVA...!Okokuqala u-AUBRAHAM wayekade bemfuna umntwana benoSARA bt bengamtholi,so INKOSI lapho isibaphile futhi iyona INKOSI eth akamthathe umntwana aye eMORIYA ukuze ayoba umhlatshelo cz ngenxa yokukholwa AUBRAHAM akabuzanga izinto eziningi bt washo njengomyalelo kaJEHOVA..! UTHIXO kunabantu abapha izinto bt once zaba ngakubona abasabe besazidedelela eNKOSINI cz ithemba labo likuzona alisekho kuJEHOVA,abanye abasakwazi ngsho ukumbonga ngenxa yempakamo,ngenxa yedegree,ngenxa yobugwili bt nali iqiniso lokho bekusayisiqalo uTHIXO ekungenisa esibusiswen sakho,ukuze u-AUBRAHAM abe uBABA WEZIZWE,HE HAD TO SACRIFIES NGENDODANA AYIZELE YAYODWA BENO SARA SO NAWE UKUZE UPHUMELELA ZIFUNDISE UKUNIKELA,UNGAKUCHITHI UKUDLA KAMAKHELWANE BELAMBILE,UNGAYEKELI INGANE YAMAKHELWANE IHAMBE INGAFAKE ZICHATHULO IYA ESKOLENI,UMNIKELO WAKHO UYOKHULULA EBUNZIMENI,UYOKUKHULUMELA LAPHO UMTHANDAZO WAKHO UPHELA,CZ UMNIKELO WENZA MINA NAWE SASINDISWA,UMNIKELO WEMVANA ENGUJESU,UNGUYE NGINGUYE,IKAKARAMBA..!AY MY GOD LONKULUNKULU ESIMKHONZAYO UYAPHILA AKEHLULEKI NGUYE IZILO,NAMHLANJE NAPHAKADE.UMBHETHE AMANDLA NJENGENGUBO,LIZOTH IZWI LAKHE SIFANA NESIHLAHLA ESIMILE EDUZE KOMFULA IHLOBO UBUSIKA KUYEFANA AMAQABUNGE WASO AKABUNI...!LIZOTHI IZWI NGIPHAKAMISELA AMEHLO AMI KUWE NKOSI LAPHO USIZO LWAM LUVELA KHONA....EY NKOSI *PRAYING IN TOUNGS*.......HLUMELA LIKADAVIDE,MPANDE KA DAVIDE,UMA SISUKA KUYE NKOSI SINGABALEKA SIYEPH NAH MY GOD NGOBA AMAZWI OKUPHILA AKUWE JEHOVA.....!NGIYAZEHLISA NKOSI NGIYAZITHOBA ANGINAKHO OKWANELE THATHA UQOBO LWAMI JEHOVA..!OH JESUS UYINGCWELE,UYAKHAZIMULA JEHOVA...BAYEDE BAYEDE BAYEDE NKOSI WENA OWANQOBA ITHUNA,WAHLULA UKUBOLA.. UDUMO LUNGOLWAKHO KANYE NENKAZIMULO INGEYAKHO....!DUMISANI UJEHOVA NGAMAGUGU WENU ND WAIT GOD TO LIFT U UP 4RM GLORY TO GLORY....!
Posted on: Sat, 21 Sep 2013 05:56:32 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015