Being a straight talker doesnt mean ukuthi ngiyeyisa,ngbukela - TopicsExpress



          

Being a straight talker doesnt mean ukuthi ngiyeyisa,ngbukela abantu phansi, ngincono, ngiyisqhwaga,ngiyisixhwangu-xhwangu or ngiqhathwe kakhulu futhi akusho ukuthi I background yam iyabheda or ise kakhulu coz am not on Fb to present my home njengoba ngingadingi zincomo nje angithi mina owami umama akaze akhale izinyembezi zosizi ngam kepha ezenjabulo use azikhale, yebo am not perfect kikho konke but angikaze nje ngaba yisphoxi kubantu unless ke uma unenxeba ngzobhala or ngkhulume bese uyathunukala bese ucabange ukuthi ngisho kuwe ukhohlwe ukuthi ngphila kiwo lomhlaba so izimo zawo ngyazazi ngoba futhi uma ngiltholile ithuba ngyambonisa umuntu. Ngihlushwa yikho nje ubugwala obungsebenzelayo ke belu. Nam ngizele nginezingane futhi zingama choice asorted(zinomama abehlukene? Kodwa ayikho enegama elingu Diploma(engathunywa eVarsity ngabuya nengane) ayikho engu Matric Certificate(engathunywa eskoleni ngabuya nengane) cha bawembatha amatshali omama bakulindela ukuthi bazophatha izingane langa limbe. So uma ngibhala kuFb ungsize ungahlaziyi ugcine usubala into engekho uhlanganisa I-Maths ne Accounting coz awuzokthola Balance Sheet futhi ayizophuma I Equation.
Posted on: Wed, 14 Jan 2015 18:15:05 +0000

Trending Topics



/div>

Recently Viewed Topics




© 2015