Bhuti Msajero kunowesifazane waseNanda ngesibongo owakwaMhlongo - TopicsExpress



          

Bhuti Msajero kunowesifazane waseNanda ngesibongo owakwaMhlongo ebesengithandane naye isikhathi eside manje uthi akasangithandi. Before ngithandane naye benginoMah wengane ebengimthanda kakhulu nokho ongasekho emhlabeni. UMah wengane wazilengisa emva kokutshelwa umthandazi ukuthi akamboni ephumelela empilweni. Kuthe eseshonile uMah wengane ngase ngithola lentokazi yakwaNjomane eNanda inginika lonke uthando, but mina ngingamnaki. Ubengithanda enginakekela even ngingenamali ngingasebenzi, she was so supportive nengane yami eyithatha eyashiywa uMah wayo as eyethu eyenzela konke, nami ubeke angiphe nemali imbala. Kuthe lapho sengisebenza, ngenxa yokuthi I was not over uMah wengane, ngaqala ngazijolela. Noma efona ngoba mina manje ngisebenzela e- Richards Bay, bengingalubambi ucingo ngenxa yokuthi sometimes bengisuke ngizicabangela uMah wengane (ngingedwa endlini). But now I can realise that in Smah I have thrown a good LOVE away. Kuze kuba akasangifuni nje, ngizisola mina. She had also advised me that I consult you ngenxa yokuthi uneziluleko ezakhayo kwezothando. Ngakwazi ngaye Bhuti ngoba ubeyikhathalele i- relationship yethu, but I didnt take her advice that I consult you. Nami I can strongly feel now that in my life I need her ngoba unakho konke engikudinga kumuntu wesifazane, but inkinga nje ngamthola ngesikhathi esibi lapho ngangisesesimweni sokushonelwa uMah wengane ngalendlela (ngokuzilengisa) kangangokuba even nginaye uSmah, I used to have halucinations of uMah wengane elenga, bese ngingamnaki uSmah. Uyazi somtimes noma sihleli naye, indlela ebengimhlukumeza ngayo, bengike ngithathe i- phone yakhe ngi- chatt/e namanye amantombazane ebengijola nawo ngayo, angibambe sixabane. Now I want her to give me a 2nd chance, awahoxise lamagama okuthi akasangithandi. I pledge to give her the best of LOVING. I mean ALL OF ME, naye aze azibuze ukuthi ngabe yimi ngempela lo osemphethe nice kanje. Ngicela usize ungenelele kuloludaba lwethu and convince uSmah that Im the man of her dreams and desires. As I said, this time around I promise to share whatever I am going through with her. Kuthiwa in life kufundwa ngamaphutha, nami kwawami ngifundile. Please advise me prudently
Posted on: Wed, 24 Sep 2014 04:47:24 +0000

Trending Topics



div class="sttext" style="margin-left:0px; min-height:30px;"> Verdict of imam Shafei: “Yusuf ibn Yahya al-Buwayti said, ‘I
11:11PM Odessa, Ukraine. If I could do something good for someone,
Facebook search Home Profile
ada blank dental claim form

Recently Viewed Topics




© 2015