By someone not me YONKE LE NTO KUZOMELE IPHELE KULONYAKA!!! 1. - TopicsExpress



          

By someone not me YONKE LE NTO KUZOMELE IPHELE KULONYAKA!!! 1. La mantombazane apenda amashiya kube ngathi baxhaswe wu-NIKE. 2. Amantombazane akhuluphele agqoka ama- leggings. 3. Izinwele ezi-pink ,green, yellow kumbe orange. Ngcono ube yi-clown straight. 4. Istatus update esinjengokuthi Ngiyayithanda indoda yami. (Ubuzwe ngubani? Futhi uma ubheka ubani onendaba nalokho? Awutsheli ngani indoda yakho leyo?) 5. Uku-updater kuFacebook ngayo yonke into oyenzayo ngcono ujoyine uTwitter. 6. Ukushintsha isibongo sakho uzibize ngoWayne, Bieber, etc (Kahle kahle, bathe bazokushada yini? Kahle bo wena ukuqina!) 7. Ufuna ukunakwa kuma-social networks, Sengibuyile,be se ningikhumbule? (Empeleni besingabonanga nokuthi ubungekho.) 8. Umnyama ngokwebala kodwa ufake blond weave, abanye benu ungazuthi ama Duracell ahambayo. 9. Amantombazane amahle ashutha izithombe namantombazane amabi ngoba efuna ukugqama, akukho fair uyazi. 10. Uku-uploada izithombe zabantu abazalwe benezifo ezixakile bese usitshela ukuthi one LIKE equals one prayer. Awuyeke lowo msangano please, khula muntu! 11. Sengiyolala. (Manje? Senzenjani? Sikhale?) 12. Sengivukile. (Manje? Konje besikuthumephi? ) 13. Ngiyagula. (Asibona odokotela qonda esibhedlela.) NIBE NOSUKU OLUHLE
Posted on: Thu, 25 Dec 2014 10:31:33 +0000

Trending Topics



/div>

Recently Viewed Topics




© 2015