Cc ngicela ufake indaba yami kuma page wakho wonke! Ngingu mama - TopicsExpress



          

Cc ngicela ufake indaba yami kuma page wakho wonke! Ngingu mama wezingane ezimbili ngiphuma e Kzn ngishade nomlisa wase Congo ngo 2010 mina bengisebenza as domestic wrker bese umlungu wami umovela e Cape Twn wahamba nami so ngamover nomyeni wami ithe uma sifika lana wangijikela wathandana saqhubeka sixoxa ngalokho kodwa zange ayeke kuthe last year ngaqala ngagula ngaba nesifo samathambo and stroke odokotela bathi ngine depression yiyo eyenza istroke ngagula umlungu wami wanginikeza imali engango R50.000 cash ku account yami yabuya indoda sadla ithe imali uma seyiphelile ngoba mina ngihlala ku wheelchair angikhoni ukuhamba ngiya pushwa even e toilet icard belihlala kuye wathi kimi imali iphelile ufike kuno R10 grams okhishiwe nami ngangabinankinga ngoba bengimthanda manje last month ungishiyile ethi uyahamba uya kibo e Congo uyodlala ibhola uzoba ngu goal keeper kibo wahamba kunge sonto ngabo six inkinga ucingo lakhe luyangena uma ngimfonela and uma ezwa ukuthi yimina uyalu droper ucingo ku watsap uyatholakala ngale number yakhe eqala ngo 078 ngicele umstende wala ngihlala khona ukuthi amfowunele ngenye inumber angayazi waphendula kodwa uzwe ivoice wa droper futhi ngicela ukubuza iyinombolo zalana eMzansi zuyasebenza yini uma umuntu esehlala eCongo noma engekho lana SA?ngidinga usizo ngoba mina nabazali bam asizwani ngendaba yakhe u Gerald ngoba umah wayengixwayisile ngaye mina nganga laleli futhi aningisiza bo pls ngifuna ukuya ekhaya anginamali
Posted on: Wed, 21 Aug 2013 10:49:05 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015