Cha mangbingelela maSouth Coast amahle...mhlampe angiqale ngiveze - TopicsExpress



          

Cha mangbingelela maSouth Coast amahle...mhlampe angiqale ngiveze ukuth angthulile ngoba ngingaboni bt kunenkinga nje engsabhekene nayo epersonal engkhuba umoya wam...ebese ngingena kulokhu kwe group...mhlampe ngiqale ngbonge umfoka Nkomo Admin wenu omusha, bese ngiqale ngveze ukuth kunemibuzo ethi kungani igroup beyingaziswa ngalengxabano...impendulo ithi besihlela ukuhlangana eTown sikhulume ngalengxabano ekumalunga ekomiti athize siyixazulule iphelele kith kuqhutshekwe kuyiwe phambili....sekuyaphoqake manje nilaziqiniso ngoba sekuze kwavela ukuth akuhlaliswene kahle kwi komiti...into eyenzekile 2weaks back kuxabane #uZanele_Slangwe beno #MtaneNkosi kwathuthwana lapho kwaqhuma nezinhlamba kwagcina kusatshiswana kwaba sengath uZanele uyaxolisa kwangath kuyehla...uZanele wangfonelake ngaloludaba sakhuluma ngamtshela ukuth kzomele sihlangane luxazululwe..... sithe sisathokozela loko kwaqhamuka ubhuti #uSchaka wasola uNathi Ngcobo ngalengxabano yabo sabesesingenelela njengekomiti ukuth kungan uMacingwano ekhwezela umlilo ebesizama ukuwucima...aw kwasuka lapho bathathana beno Nathi kwashuba...kuthe kusuka sabona uMacingwane esephuma kwikomiti kwadlula insuku uNathi waphuma kuthe ngolwesbili naye uZanele waphuma...bonkeke mina abangbikelanga ukuth bayaphuma and why....njengobake lengxabano yabo sebeyiqhubalapha phambikwenu kwi group...besingafis ifike kunina like b4 kuxabane yena #uZanele beno #Thabile_Sosibo so sahlela meetng eTown sayixazulula yangafika kunina bt ke kulokhu bayivezile.....bt ke engzokucela ukuba ningabuzi ukuth bebebangani ngoba loko kuzokwenza ingxabano iqalephansi kant sihlose ukuyiqeda...and angizokusho ukuth uma umunt ephuma kwikomiti asikwaz ukumvimba uma ebona kuyisixazululo loko...and okunye okubabuhlung ukuth bonke labant badala especialy kunami and ksuke kmele ngingenelele ngixazulule kant kmele ngabe kubalula coz sebekhulile bonke...so amalunga akhona manje kwi komiti nanka #skhokho Sakhile #skz_dlamini Miliswa #thabo_mthembu #Mdayivi Nolwazi Prisca and #Thabile_sosibo osabanjwe inkonzo kulezinsuku....so uPhindile kaVuyani wacela ukuhoxa wathi usabanjwe ukufunda uzophazamiseka njengobake ningamboni...and kwi meetng esabanayo ethekwin nekomiti savumelana ngokuth kunamalunga esizowakhipha kwi komiti ngoba abafiki kwi meetng ababiki baxolise and abayenzeli lutho group so sathi izikhala zabo sizokhetha abant abazozivala..labo oMsizi Minenhle kanye no Mike Dlamin...so loku kwi g2g mhlaka 27 sakuveza.....but ke sisazohlangana nekomiti maduze ukudingida nge way forward......kulokhu kokushelana ngasho kwi G2G ngath umanikwenza ecelele kuma inbox asikwaz ukungenelela lapho bt ke masenikwenza kwi group kyophoqa ukuba simukhiphe loyo..and again syacela niyeku ukuba uma uxabane nesthandwa sakho bese uzosazisa lakwi group.. okwenu akuphelele kini ngyabonga...ningethuki kuzodlula loku siqhubekele phambili nokuthuthukisa isizwe sakith...mangehle nina bheqhawe ngyathokoza
Posted on: Thu, 15 Jan 2015 12:54:39 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015