Cha uvalo asinalo nge vangeli Simele iqiniso lika Jesu , - TopicsExpress



          

Cha uvalo asinalo nge vangeli Simele iqiniso lika Jesu , Asethuswa na wukunyakaza kwesonto ngenxa ka Jesu Asi compromise ngezwi ngoba sifuna I membership , no no no. Nezikhundla zesonto angeke zisiyekise umklomelo omkhulu wokubizwa, cha akuphele zona kuphakame indodana Asikwazi ukuma no Mqalisi, no mphelelisi, sime endleleni, e qinisweni, ekuphileni, bese sethuswa ngamazwi o jezabel Ama demon asinakuwakhothamela, Amehlo kamoya evuleke kangaka, okwenza ama demon atanase ukuthi u Samson akasenawo Amehlo. Okudansisa ana demon kwenziwe u celebration yama demon o kuthi okumele bavule Amehlo abanawo Izinto zonke sizihlola kumoya, not kubantu. Baba sihlalele wena wedwa, Amazwi abantu asinandaba nawo, awasenzeli lutho, kodwa elakho izwi lingamandla, lingukuphila. Futhi vele ngokwabantu abathize fanele ngabe asisaphili kodwa ngawe Mnikazi wezimpilo zethu namanje simile ngesibindi
Posted on: Sat, 18 Oct 2014 10:08:51 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015