Dear admin ngcela uPost ungifihle ngithi bathandwa ake ngibeke - TopicsExpress



          

Dear admin ngcela uPost ungifihle ngithi bathandwa ake ngibeke nansi inkinga ihlasele kunobhuti okuthi mabesanezinkinga othandweni bePost lah bethi bafuna uthando ayke kuRespond ngoba phela iPage lithi Zitholele umaqondana kanti umuntu ufuna ukulala njeh ayke lobhuti waseDbn ebhale usisi aPress lyk ay baqhube isikhathi on watsapp kuthi sekufanele bebonane afike ubhuti etown kube kuhle njeh kusabonanwa ay ubhuti avele aveze izikhiye usebookile ethi akuyolalwa enqabe ucc coz akakomazi ay emthuke keh ubhuti athi unentombi yakhe yena. Umbuzo wami ulapha keh ungenelani kuleliPage ungazi uzofunani kudlaliwe ngezingane zabantu kanti belingasiza abantu abaningi leliPage siyilapha kanjani lenkinga?
Posted on: Sat, 14 Sep 2013 20:28:30 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015