Dis poem is dedicated to u Bengisemncane ngingakaqondi nqindi - TopicsExpress



          

Dis poem is dedicated to u Bengisemncane ngingakaqondi nqindi nasibhakela, Ngenkathi ngithola ithuba lokukhahlela, ngangithi ngyazibhalela kanti khona abazothi ngalomsebenzi siyazifela, Khuba siyofa lapho ufa khona, lapho oya khona siyobe sikhona, uwena iskhokho sakhona, vula amahlo nawe uyabona, balandeli ngyavuma bengisemncane kodwa ngaqiniswa idolo abalandeli ngamanzi amancane, kwathiwa angibaphuze amanzi amancane, ngathi woza Jesu omncane noma bebadala, bayizingane, nawe ngeke balingane, Ngangingaba yini ngaphandle kwabalandeli, abathameli nabalaleli? Most of them bakuleli, page or kanjan ngbonga angideli, uma kukhona nina, mina umoya angpheli, Khuba siyofa lapho ufa khona, lapho oya khona siyobe sikhona, uwena iskhokho sakhona, vula amahlo nawe uyabona, izimbangi ngizwa kuthiwa kunembongi ubani? futhi ifunani? ayi madoda indlela eya phambili ingayifumani, Kthiwa sekukhona asebeyivuma kunami, lembongi ubani? Khuba siyofa lapho ufa khona, lapho oya khona siyobe sikhona, uwena iskhokho sakhona, vula amahlo nawe uyabona, thixo siza mina ngingabhampeli, abalandeli, nawe ngingakubalekeli, ngilandele omiyalelo yakho yebhayibheli, Khuba siyofa lapho ufa khona, lapho oya khona siyobe sikhona, uwena iskhokho sakhona, vula amahlo nawe uyabona, Nginje nje nje kungabalandeli, ever ready amandla ami awapheli, nginje nje nje angzenzeli, thixo siza omntwana ongenamama, ey ukube khona nomama, ubezojabula ebona sisimama, ngithatha i microphone izihlalo ziphakama, izimbangi zikhothama, kodwa ngoba khona abalandeli basazoncama, ngizobakhama, Khuba siyofa lapho ufa khona, lapho uya khona siyobe sikhona, uwena iskhokho sakhona, vula amahlo nawe uyabona, uSiyabonga Mpungoooose
Posted on: Fri, 18 Jul 2014 07:18:55 +0000

Trending Topics



El Programa Nacional Alerta AMBER

Recently Viewed Topics




© 2015