Dlomo ngicela ufihle igama Ngingu cc ona 40 ngibuya e Kzn - TopicsExpress



          

Dlomo ngicela ufihle igama Ngingu cc ona 40 ngibuya e Kzn ngihlala e Cape Twn enkampini yama soja ngishadile la engihlala khona anginabangani futhi angibafuni Ngithe ngivula ipost box yami ngathola icard elincane mangilivula ngithola invitation ye birthday for ingane yam ibizwa kwa 1st floor umbuzo wami nangu lo cc o inviter ingani yami ungazela kuphi?ngoba mhlampe wazi ingani yami eskoleni bt mina angifuni izingani zami zizwane nalezi ngoba abantu balana bathanda isixhosa izingane zami zikhuluma english eskoleni nalana endlini futhi angijwayele muntu mina lana ngiphuma ngoba ngisiya emsebenzini ngigibela imoto yami iwashing ngiyi washa endlini angiphumi phandle ngiyoxhoma izimpahla ngoba ngine dryer eyomisa iyimpahla zami ngi avoider labantu balana ayikho into ngingenayo mina lana kwami manje locc uzwe ngabani ukuthi mina ingani yami ifuna ukuya ephathini layo?ngivesane ngalidabula lelo card thina sihlal siwenza ama party kwami asilindi kuze kubeyi birthday yeyingane uyanginyayisa lomuntu nithini nina bangani? ~Dlomo
Posted on: Mon, 02 Sep 2013 20:02:52 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015