Ever thought a human being can outrun a horse uphill? Well, my - TopicsExpress



          

Ever thought a human being can outrun a horse uphill? Well, my little brother did. I can say we have a talent at home, of running really fast. Nami ngsewumsubathi kwakusukamaphepha. Nginesthombe la engangilala nge corner khona, kusuka iyntuli emva kwami, isinqe sisinye. Uwaykiki obomvu engangiwugqokile wawunglandela, yiwo engangibonakala ngawo, lapho sengihamba ngeynzwane, iythende lezi eycijile zihamba emoyeni. Aw suka madoda! Ngathi noma sengiyshayile intambo ngadla phansi more, ngaze ngabanjwa sengihambe omunye u 100meters owawusuyibhonasi nje. EzakwaZungu ke lezoynsizwa. Ungazibheki ujahile.
Posted on: Tue, 15 Oct 2013 09:04:41 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015