Fihla admin ngingaveli nangesithupha,ngsebenzisa i4n yomuntu. - TopicsExpress



          

Fihla admin ngingaveli nangesithupha,ngsebenzisa i4n yomuntu. Inkinga yami ila ngina 29yrz sengithandane nomlisa lo kusukela ngo 2008 yena usevelile nasekhaya ukuyocela wahambisa nezibizo. Indaba nginokumthola emaphutheni isikhath esiningi axolise nami ngixole ngoba phela ngiyamthanda kodwa manje sekufike la ngingazi khona ukth ngenze njan angifuni ukungena emshadweni nomuntu osadlala amagame ngizamile ukukhuluma naye kodwa kwanhlanga zimuka nomoya.ubenokuth angiqabule ekuseni noma esebuya emsebenzini kodwa manje do angazi kupheleleph lokho. Ngiboniseni bandla ngingaze ngenze into ewrong. #MTHIMBANE#
Posted on: Sat, 10 Aug 2013 15:15:52 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015