Fihla admin, ngiyintokazi ena 30 bt ngenxa yomzimba ngibukeka - TopicsExpress



          

Fihla admin, ngiyintokazi ena 30 bt ngenxa yomzimba ngibukeka ngina 38 ngimkhulu kodwa ay ngyazthanda, ngina 2 weyngane nalendoda esesthandane nayo more than twelve years, inkinga yami nansike, lendoda ifeba ngalendlela ishela iqonywe komakhelwane, ngisho ngingaba nomngani iyamshela, angazi ngenzenjani, ngiyamthanda ubaba weyngane zami, ngabe loku okwenzayo kusho ukuthi angimshiye, ngiqhubeke ne life yami? Ngicela ningibonise bakithi, bandla ningangithuki
Posted on: Thu, 15 Aug 2013 08:08:23 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015