Girls be like__ uZama uhleli kubo nosisi wakhe uMbali... - TopicsExpress



          

Girls be like__ uZama uhleli kubo nosisi wakhe uMbali... kufona umngani ka Zama igama lakhe uZinhle Zama : hello mngani wami, ngaze ngajabula ngifonelwa uwena Zinhle : unjan oe? Ngiyeza lapho ngicela ungigcobe irelaxer ekhanda bese ungipha nempuphu encane engzopheka ngayo ntambama akukho lutho la ekhaya Zama : ok ngzobona mase ufikile la .... Mbali : ubani lo obefona? Zama : ey ilesdina esiwu Zinhle funa ukuza la Mbali : weee uyaphi nje mxm Zama : uzobanga iscefe nje la, nokukhulu ukunuka ikhwapha ufuna ngimu relax(e) , ufuna nokzoqeda ukudla kwala ekhaya engath ngzokhathala uyena
Posted on: Thu, 21 Aug 2014 07:08:57 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015