Guys...ngicele nisize oSingle mother of boys especially...kuzosiza - TopicsExpress



          

Guys...ngicele nisize oSingle mother of boys especially...kuzosiza if older guys also explain in a more understandable manner with e.gs. Ukuvukelwa kwabafanyana abancane ngakunaka when a 3year old had a serious hard on ahleka coz yena uBoy waye kitaza ugirl...and I got worried, kwathiwa no its normal... Ngiyengibone lokwabafanyana engihlala nabo, bavuvukelwe amabhulukwe babukele oBart Simpson ozikhulumela ngeskole ...basically nothing that makes connection between engikubonayo emzimbeni wakhe nakuMabonakudhe... Ubona ukuthi hhawu...and then? When u call them or thuma them...but of course angisho lutho kbona. Coz I have not figured out the approach yet. When does one begin to be concerned? Should one be concerned? Do you address it in conversation noma ushaya engathi awubonanga lutho? Awuthi ngize lana eyamaphupho. How do you know as a parent that they have started amawet dreams? Should you know? Should u explain to them that they will start and what do they experience or expect? I dont think eclassini bayafundisana bafike lapho. #Asikhuliseni izingane zethu...mhlasimpe ukuxoxa open kanje ukona okugoma indaba zokudlwengulwa Kwezalukazi nezingane ezincane! #oStep Father badhingeka makunjena ke!! #If you wanna be childish and act like a SuperHero and judge please watch Superman or Batman and rather not comment.
Posted on: Mon, 18 Nov 2013 17:35:32 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015