Hai admin plz hid me. Ngiyntombazane eneminyaka engu 18 bengsacela - TopicsExpress



          

Hai admin plz hid me. Ngiyntombazane eneminyaka engu 18 bengsacela ukuboniswa kengbhekene nakho, mina angkhulanga nomama nobaba ngesizathu sokuba uma wayengekwaz ukungkhulisa engasebenz wangnikeza umamncane wakhe owayeganile lapho mina ngangnenyanga eziw9 nghlukana nomama ngyohlala nogogo omncane, so ngakhuliswa nguye koda ubaba ayemganile akazange angphatha kahle kangangokuba wayelala nam uma ngshiywe naye ath maslale ngeke anglimaze iwaz 4yr old ath muke ngasho kugogo uzosbulala sobabili, nam ngathula kwaze kwafisa isikhath sokuba bath ukungqhelisa kancane eduze kwabo ngayohlala kwenye indawo ngfunda khona phakath nonyaka ngathola irape sazama ukulisukumela lelocala koda ngoba kwakumele kungenelele okwangukungabazali bami bt ngenxa yokhuth kwakuzovela imfihlo akazange ubaba lo avume, antill ngabuya back kubona koda umama/ugogo wayeseshonile ngahlala koda ubaba lo wayesethole umunye umfazi ongazange angphathe kahle kangangokuba waze wangxosha engtshela khona ukuth angyena owalaykhaya angiyekith lapho ngangaz kith fut ngangaz nokuth kant angyena olaykhaya, ngabe sengiya kumama engangingaz ukuth ungumawam ngangmaz njengomunt wasekhaya, ngabe senyichaza inkinga yam kwaba ukungtshela kwakhe ukuth vele ngyingane yakhe, koda angkaze ngimtshele ngerape kababa lo nga2la nd ave bezwana manje umama noma ngabe angthand ukumbona lobaba uvele ath iyona ndlela engbonga ngayo inkuliso yakhe ubaba lo, manje ingnentukuthelo engaz ngoyndlulisa kanjan masekwenzenjan ngoba iyangidla lento nd futh ngbiza isbongo salobaba njalo mangphethe ipas lam nghlale ngkhala mangedwa nja zinyembezi angkwaz ukqhubeka nempilo namagqubu engaz azondlula kanjani. Ngswele ngisho umunt engaxoxa naye ngenkinga yam koda akekho, manje bengcela ningeluleka ngenzenjani kulobubungu engbuzwa nsuku zonke #cryng? Ngyaxolisa ngenda ende, ngyobonga mangathola usizo. Ngcela ungazise masupostile.
Posted on: Fri, 13 Sep 2013 18:32:24 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015