Hhayi yazi kuthi angikhulume ngalamaGroup abazalwane asegcwele - TopicsExpress



          

Hhayi yazi kuthi angikhulume ngalamaGroup abazalwane asegcwele lana kwaSocial Ntwrk!! What I have noticed is they always chalege us leaders, everything that that we do and it not in their favour..Babuya bezovula i-Pilpit lana kulama-group!! Yabona sifela ukubancisha i-Pulpit nokungabagcobi..Inkinga yenu Aniphatheki nigijimela ezwini nifune ukusitshela ngobungcwele. Awuthi nginitshele mina Nceku yeNkosi enikhonzayo nani!! We did not choose to lead and we dont get paid for ukuma phambi kweBandla. 2ndly to lead the work of God it is not easier if u look from behind..Woza ngaphambili uzozwa kahle!! Did you know ukuthi kunezinto ezehlela Izinceku nezincekukazi eziniholayo, kuze kube ihlazo ebandleni nasemphakathini. Kanti leyo mncibisholo usathane ubeyibhekise kuwe. Bt jst because u not in a front Iqale ngendoda kathixo leyomncibisholo yayihlukumeza..Kuthena noma isifika kuwe yafika ingasenawo amandla wakuqala ngoba asale kuloMuntu omile esikhaleni ngempilo yakho neyoMphakathi. Lalela la.! Yazi ikhanda Noma ungalishaya kangakanani. Angeke liiwe phansi if the body is strong and standing..In other words Nibona amaphutha kithina ngoba vele you not playing ur role as a Body!! Instead of praying for us..!! You discussed us!! Istead of availing youselfs!! You busy discouraging those who have potential to replace you in the house of God!! Lalela la.!! Nigijimela ubungcwele kodwa ningoTsotsi!! Angcono nama-Bank robbers athathela umuntu. Nina nitshontsha okukaJehova. You do not pay tithes and you expect us to give you i-Pulpit engani wena You will spread loMoya wakho wobugebengu.. Ugijimela amaVess ahamba nawe nobungcwele ezwini..Dlula naku Malaki phela lapha ku-3 uyakhala uSomandla Tsotsi!! Lalelani la.!! Lemibuzo enihluleka ukyibuza kuthina emaBandleni sinihola..Mese nzoyi phonsa lana kuBaholi benu baku ma-Social ntwork. Ekugcineni anisizakali instead nifuna ukuProfetha nama-Pulpit endlini kaJehova The stronger the Body..The stronger the Head ngane yami,sis wmi,Bhuti wami. Crreate your own Pulpit uma uzizwela ukuthi ubiziwe..Nazi iTimela,AmaBus, Nezikole ekuseni lapha, Open air nasekhaya kini..Abakholwa Bonke kodwa ugijimelaa umhlabawonke uwutshela ngoJesu!! Lalela la!! Ngiyazi akhona ama-Group akhayo Bazalwane and awanankinga. Bengisho nje lokhu okusenhlitweni yami. #Ebaleka
Posted on: Thu, 15 May 2014 16:53:54 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015