Hi admin nethimba lakho,pls hide me. Ngicela - TopicsExpress



          

Hi admin nethimba lakho,pls hide me. Ngicela ningicebisa,ngithandane nosisi iminyaka eyi8,we met ngina 17 yena ena 16 so emva ka three months sithandene ngathola kty cc lo sbongo sakhe nesika mama ziyefana then ngamchazeka waphika Ngaze ngafonela cousin wam kwaba ima ekholwa so from there wanqaba sihlukane ngendlela ayengthanda ngayo,saqhubeka then saqeda neskole so after matric ngasebenza cos my parents babengenamali yokungfundisa, as naye ngoba wayengenabazali kwangphoqa ukuth ngimzamele msebenzi langsebenza kona,so sasebenzake ndawonye bt Ngibe ngifunda part time so phutha lokqal waqoma ngamubamba waxolisa, so 2010 wakhulelwa then ngaqala masaving okuth ngihlawule en to start uklobola bt in 7 month ngadecider ukwakh ukuze sibe nendlu encono for umntwana,so from there besehlala elwa nam ethi ngidla Mali yengan yakhe,so ngenyanga yokuth atete wanyukelwa BP waze wahlinzwa then mntwana wethu waphila three days,so after we lst a child saqhubeka sathandan then lst year got another job, emva kwalapho waqala wangaba naso iskhathi sam if ngith ngzombona Ntambam athi ujahile,then nam ngidinwe ngimtshele kty I can find sm1 else kuz kufike la sthukana kona then da follwng dei nghlangane naye ehanba nelesbian ngicel excuse any lomngan wakhe athi ujahile,yen avele athi lokh ubuhlung engimzwisa kona nami sazongzwisa kona then ke sahlukana ngathola omunye GF, kuthe kusenjalo Abe nokung watapp angxeke angbize nge failure ngiphinde ngimthuke aze angthuke no cc bakhe, then 1 dei we meet twn ehamb naye lomngan wake mbumbul Wang hug Wath fun ukukhulum nam,ff day ngathukwa ngenhlamba engayaz ku watapp ngathukwa Munt engamaz eth ngifunani ntomb yakhe the ngaphendula ngaty angasho akthandayo bt mawengan yam lo angthuka ngaye so ke waxolisake cc ngaloko ngahlukana nomunt besengjola naye ngabuyela kuy cos wasekhombis ukyisola, then ngahlawula ingane, wayeseth mele ngenzel Ngan msebenzi en ngamnika Mali yokwenza loko.okungphatha kami ukuth yaqhubeka ukuba nalomngan wakhe en sekuze kwenza kty ngibuyele Munt engathandan naye in 2006 en since sbuyelen neskhath sam wenza exactly wat I need from a woman,bt mqondo wam confused cos mawengan vele ethi sengyamshiya cos I used her,ngoba nakhu yena azala ngane yafa. If wen muntuwako ejola bestaban while wen crc ngaye bungaqhubeka naye emva kokzama ukuhlala naye phans ukhulume naye kodwa avele axoke kuwe,pls advice me guyz
Posted on: Sun, 27 Jul 2014 10:48:49 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015