Hi, please hide my ID! guys please help me out, i need ur advice. - TopicsExpress



          

Hi, please hide my ID! guys please help me out, i need ur advice. Ngaya kwenye inyanga ngiyofuna usizo nge boy friend yami. Ubhuti wathi ngiphathe imali eyuR150 ngiphinde ngiphathe no R30 owama coins jst coins mase kuba inkukhu. Aike ngakuphatha lokho. Mangifika kuye wathi ngiyothenga ama qanda awu6, ngawathenga. Aike wenza ke izonto zakhe ngamaqanda ngalinda kwa phela 3 hours or so ethi angilinde, aike wathi angiphihlize iqanda elilodwa endishini, kwaphuma islwane esiyispider emaqandeni. Wathi iyona into eyenza sixabane neboyfriend yami. Aike ngisadumele wathi kufunakala ama sperms endoda ukuze ngikwazi ukushisa leslwane, wathi angihambe ngiyo funa noma uyiphi indoda engizolala nayo ngithole ama sperms, aike ngakwenza lokho sasishisa islwane, afta dat yathi angihambe ngiyogeza ngobisi ngomuthi eyanginika wona, kuphele iviki yathi angibuye ngizolanda umuthi wokuphuza ngizi cleane, ngaya isithi ke angidlulise iviki ngilande wokuchatha , aicha manje isi demanda huge sum of money bt umsebenzi enganguzele awenzeki, ngabe ukhona yini umuntu owake waya kulomuntu? Wasizakala? Ngoba he demands u3500 bt still no end results, ithi afta i pay izinto zami zizolunga, ngenzenjan? Ukuze ngenze izinto ezizobuyisa ibf yam mele ngikhokhe lo3500 cash. #ZamaD
Posted on: Mon, 04 Aug 2014 15:54:33 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015