IMITHETHO KULABA ABAZOBE BEPHUZA KULO DECEMBER KODWA BENGA - TopicsExpress



          

IMITHETHO KULABA ABAZOBE BEPHUZA KULO DECEMBER KODWA BENGA BUTHENGI UTSHWALA (AMASAHA) 1. Mhloniphe othenge utshwala, umbingelele nga phambi kokuba uhlale phansi. 2. Unga bhori xoxa indaba kodwa unga khulumi udlule umthengi wotshwala. 3. Uhlezi usiza umthengi ngoku mphathisa utshwala uma esuka kwi counter eya etafuleni. . 4. Kumele udansele noma imuphi umculo othandwa umthengi ayi ndaba yoku dansela ikuze kuse kanti umthengi uthanda ingane zoma. 5. Amahlaya amthengi ahlezi ehlekisa ngakho ke kumele uhlekele phezulu. 6. Uma umthengi ezithola ese bamba impi nawe kumele ulwe kanye naye. 7. Linda umthengi aqede isiphuzo sakhe ngaphambi kokuba uthatha esinye, noma ngabe ushesha kangaka nani mawu phuza uma umthengi eyeka uku phuza nawe kumele uyeke. 8. Hlezi phuza utshwala obushibhile kunalobu obu phuzwa umthengi (Akukho Heineken wayi thola la uma umthengi ephuza icastle lite) 9. Uphuza utshwala obufunwa umthengi ukuthi ubuphuze (awuphuzi inoma yini) 10. Uma nisebenzisa I cooler box, uwena obhekene noku breaker ama ice. 11. Kwi cooler box, utshwala bomthengi buba ngaphansi obakho buba nga phezulu kanti uwena futhi obhekene nokuthi unike umthengi utshwala nanoma ini ebudinga. 12. Uma icooler box isigcwele utshwala bakho buhlala kwi boot emotweni noma ngaphandle kwe cooler box kuze kube nesikhala. 13. Okubalulekile, uma kwenzeka ngezizathu ezithize kumele uhambe kade uno tshwala obukwi cooler box, uhamba ulengise izandla, ngoba lobo tshwala akusibo obakho. 14. Uma kwenzeka uthengi eku nyathela. Kumele uxolise ngoku shesha ngaphandle koku ngabaza. 15. Intombi yomthengi kumele ibe yinhle kune yakho uma kwenzeka eyakho iyinhle kune yakhe uzothatha eyokho. 16. Uma unthengi ethi ube nomngcwabo kushone umama wakhe ngonyaka ophelile kumele ukhale unga bambeki, ngalesi khathi ukhala uzozwa umthengi ethi nikani lendoda ama Castle awu 5 isi lahlekelwe amanzi amingi emzimbeni. Lol kwagagagaga #dope_kerk_dae_bookerz!
Posted on: Sun, 14 Dec 2014 07:17:06 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015