INGOSI YAMAQINISO.... NO FEAR NO FAVOUR..... Uma kuthandwanwa - TopicsExpress



          

INGOSI YAMAQINISO.... NO FEAR NO FAVOUR..... Uma kuthandwanwa ubani osebenzisa omunye ( user ) ? Ubona nini ukuthi uya-USER? Ngoba kuvamise ukusho abantu besimame kodwa uma nenza ucansi nijabula nobabili futhi kwesinye isikhathi uke aze azifikele yena engabiziwe... Kodwa uma ningasathandani usesho isingisi esikhulu soku-USER..... Ekuseni ngikhulume ngesela ku John 10 vs 10...... Lapha ngikhuluma ngamasela abheke phansi enze engathi umuntu uyakuthanda kanti unezinhloso ezithize ngawe.... Umuntu akuthandele ukuthi agqame aziwe naye, Omunye akuthandele imali yakho, Omunye akuthandele ukulala nawe kuphela.... Ake sibheke ukuthi uthando noma inkanuko yini? Angiyizwisisi legenge efunde kakhulu ethi "LOVE WITH BENEFITS" mina ngiyibiza nge "LOVE MATERIAL" ASINGASEBENZISI NGEZE IGAMA UTHANDO NGOBA SIFUNA OKUTHILE......
Posted on: Tue, 23 Jul 2013 15:54:26 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015