Indaba ezihamba phambili ngalobu busuku lapha emzansi ngezithi - TopicsExpress



          

Indaba ezihamba phambili ngalobu busuku lapha emzansi ngezithi kudilike ibhilidi ebelisakhiwa e Goli ngase Mayersdal(sp) . Kule Company ezimbili ebezisebenza lapho. Enye ithi ibe ile 24 workers kuthi enye ithi kayazi ukuba bangaki kade besemsebenzini. Okwa manje kuthiwa kushone 7 kuya ku 9 kwathi i 8 yalimala kabuhlungu. Manje abosizo oluphuthumayo basazama ukukhangela ukuba kungakhona abavalekele ngaphansi. Kungenzeka kula bantu base Zimbabwe njengoba kuyibo abanengi ku Construction. Uma ulesihlobo esisebenzela kuleyandawo xhumana lamapholisa khonangale.
Posted on: Mon, 18 Aug 2014 17:05:49 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015