Insert 58 Afta kuqediwe ugeza saya e plaza sayothenga izinto - TopicsExpress



          

Insert 58 Afta kuqediwe ugeza saya e plaza sayothenga izinto ezincane ezizohamba nengane zakithi sayindlela eya kulo Abo sahamba ke sayofika ngayobona u mamezala, abo Saider bangangeni ngangena no Zinhle coz mele sicela u mah phela asale nengane. Me: sawubona mah Her: mntanam *we share a hug* Me: kunjani mama? Her: ngiyaphila unjani ngane yami? Me: ngiyaphila mah Her: Im glad ubuyile phela ingane yami cishe yafa Me: kodwa nkulu-nkulu wami bengizoba yini? Her: phela ebengasadli nokudla, oko ezivalele e roomin yakhe Me: sheim bakithi, mah ngicela kukuhlupha Her: anything for u my bbe Me: cela ukushiya ingane zami lana, zozilanda tomorrow Her: haa yiloko kanti you dont hav to ask phela nami ezami Me: hawu mah ngiyabonga Her: nizomshiya angithi nonondoda lona, mele benomntu zoncokola naye loku Me: :v :v yebo mah somshiya Her: ok ke sisi niziphathe kahle lapho niya khona Me: we will mah Her: ngenani phela nidle kuqala Me: sidlile mah and ke sihamba sibaningi singakuqeda ukudla uma ungasiphakela Her: ohkey ke ngane Me: masicele indlela mah Her: kulungile ngane yami, u Abongile akasangeni yena kowabo? Me: :v hayi mah angazi y Her: mihlola le nihambe kahle ke Me: siyabonga mah Sashiya ingane ke Zinhle: yoo u nice umamazala wakho Me: kakhulu ntombi, hee Im glad senizilungisile izinto nobhuti Her: eyi ntombi thanx to u phela u Slie wayemthathile baba wengane yam Me: he is all yours now, anyway soxoxa masifika la siyakhona nhe Her: sure Ngangena emotweni yami naye wangena kweka saider, T-man lead the way kube yimi then kwawu Saider e back we drove more than 2 hours yhoo was start panicking but ke sahamba sayofika sa park saphuma ezimotweni.Then sangena ngaphakath sathola I tafile T-man: ladies nizophuza ini? Me: black label Him: mxm awube crus tuu Zinhle: hunters dry Sisonke: savanna bbe Me: u know my staff mina Saider: ave uhlupha bandla, awukwazi ukusho lento oyifunayo? Me: mxm ngifuna amanzi T:man: uzoncengwa muntu wakho not me Me: what ever dude Wahamba u T-man no Saider bayothenga Abo: mara bbe wabanjani? Me: ngani? Him: yadelela yazi Me: hawu yazi ngiyazidlalela nje mina Him: mm okey ngiyabuya nhe Me: sure Wahamba sasala sodwa singamantombazana Me: me so Sisonke what are u doing for living? Her: nga failer I matric 4 yrs back then ngaya e capetown so angenzi lutho nakhona Me: u are kidding rite? Her: Im crus yazi Me: y ngabuyeli eskoleni? Her: ndamfaila nje u ten wam Me: hu said ma u fail I matric awukwazi qhubekela phambili? Her: no one but I know Me: have u ever hear abt FET collages? Her: ngiyazazi Me: the is I NCV laphaya ifundwa yilaba bangayipasanga I matric Her: yhoo bengazi Me: now u know, so vuka uzenzele ke ntombazana. Her: yazi bekade ngikubona nje ngomuntu odelelayo yazi bengazi ukuthi khona into eyenza I sense ongayikhuluma Me: yea u judge a book with its cover Zinhle: tell her Mini coz nawe awuzange uyiphase I matric but look where u are today Her: hayi ndivile zobona next year Me: its ur future gel angifuni kukulahlekisa, u can even ask ur bf abt me zokutshela. Anyway lets close dis topic akusabuywa na kanti Her: kaloku kugcwele phana Zinhle: naba sebebuya Bafika ke mina bengiphathele I iron brew yami 2lt bbe Me: nami ngiyabufuna utshwala T-man: ubazela kephi ke wena? Abo: funa ukufundiswa yithi? Saider: bamtshela :v :v Sisonke: ndiyavala ngo Minenhle Saider: ngathi ngawuvula ke Me: zoniphoxa Hayike sahlala baphuza ke but bephuza nge timing ke coz abanye basezo driver lashona ke ilanga sahamba saya e EL esibayeni hee abantu kanti kade bethenge inyama holooolooo kuzo braai la, hayike kwa braai ke kwadliwa inyama kwamnandi kwalaphaya, sithe sisahleli kwafika amantombazana awu 2. Girl1: molweni Us: ewe Her: ninjani? T-man: si grand nina Girl2: siyaphila, Abongile!! Abo: yebo Girl1: sicela wena Him: ningisaphi? Her: yakucela u Zodwa Me: THEE Zodwa?? Abo: I think nguye Me: tell her eze lana Them: ok Bahamba, yazi ke angikaze ngambona lo Zodwa so ngifuna ukumbona ke today, zahamba ingane zabuya naye lo Zodwa. Ok ebengekho muhle mara eme kahle. Her: molweni cela nindiboleke u Abongile Me: umsaphi? Her: he is my man kaloku Me: :v :v :v ngoku wawumchomela ngoba nendoda ekuthandayo Her: hu are u? Me: it doesnt matter, lalela ke ntombazana yabona ngesaskhathi umlahla uchoma ngendoda yakho I was there, u fonelwa ngu Nzukie I was there, le wawuyishiye kuye into isekhona ke yabona ma umfuna uyamazi uhlala kephi nihlala nonke e PE so awuzomfuna kuba ehamba nathi Saider: yhooo kunzima T_man: cat fite Her: andizoqhelwa yinzule mna endodeni yam Abo: ndoda yakho? Me: lalela ke nopatazana inzule yinkunzi yenkomo so shaya isishwapha sakho uhambe Her: ndakuhlaba unye mna Me: kodwa Abo ngu Nqim wawuhlangana naye kephi lo? Saider: suyedelela ke ntombazana biza usisi wami nge nzule cela usishiye ngokuthula ke Her: its not over Wahamba ke. T:man: bengingazi kuthi uyakwazi ukhuluma yazi Mini-Mini Me: no angikwazi ngazi uku Speaker Zinhle: yihlanya kodwa lento Me: mxm Abo: heee nami ungimangazile yazi Saider: bengisezobulala umuntu mina sheim, sbali usukhunyumelwe ngumuntu wakho ke Abo: ukuthi wazi everything nalo call kwafonwa ekhona Hayike sazihlalela ke kwashaya abo 3 abantu bedakiwe yezwa hayi kancane, ngabathatha ngayobafaka eyi motweni one by one. Muntu nomuntu wakhe ngabakhiyela khona ke ngathatha I keys zabo, ngabiwa buthongo nami ke ngalala ngavuka ngabo 6 ngishaywa ilanga ngayovusa abantu ezimotweni bavuka ke vele sayindlela, saqala e Hemingsway bathenga into zoqabula ke baqabula sayishaya ebuyela e Mtata siya kulelo hotel lethu ke.
Posted on: Wed, 17 Sep 2014 18:41:11 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015