Insert 76 sahlala ekhaya kumnandi ke nge 4 january wahamba u - TopicsExpress



          

Insert 76 sahlala ekhaya kumnandi ke nge 4 january wahamba u Zinhle waya kubo so thina sizodlula ngaye nge 8 jan sabuyela e Jozi nothing was interesting wethu zavulwa izikole u Sino zofunda i matric ena 17 an da twins zofu zofunda u grade 5 zoba na 11 so bengi busy ngifaka ama Cv ke mina ezindaweni juze kwafika u May ngingekatholi ndawo so 18 May 2007 it was friday my grad day vika ekuseni nga clean nga geza ok bengizohamba nabantu abawu 2 ke so it was Zinhle and Saider noma nje besizohlangana phambili coz bebezoqala e span ok ngaqeda ke u Cleaner ke ngalungisela indlela ngaqala ngawa ngedolo phansi ngacela ku bawo wethu egameni loyise nelonyana nelomoya nkulunkulu baba somandla ngibonga izibusiso osiphe zona kuleli khaya ngiyazi baba asilutho ngaphandle kwakho ngoba wena wasazi sisezibelethweni zabazali bethu, uyangazi baba angilutho emhlabeni ngaphandle kwakho nami ngiguqe nge dolo ngiyingane encane engakwazi uthandaza ngizinikela kuwe jehova ngoba uthi indlebe yakho ayikude uba ingeke izwe kanye nesandla dakho asikude ukuthi singe busisi. Mandizophuma baba cela uhambe nami ngize ngize ngifike ngiphephile la ngiyakhona ngalowo wasifelayo ngelenkosi igama Amen ngaqeda ngaphuma endlini ngangena emotweni and call my boo him: owam me: lam him: njani bbe? Me: rite lov u? Him: ngi sharp bbe, today is a dau lov me: yep him: Im proud of u kodwa bbe me: :D him: kusasa bbe sobe silapho vha me: cant wait kona uza nabani? Him; mna ne prince yam encinci me: nemikhuba sisi bbe mandihambe ke vha c yu kusasa him: k bbe dont forget me: ini bbe? Him: dat I love u and will always love u me: mmmmm bbe I wont forget trust me him: k lov hotta go nhe c u tomorrow we hung up nga start imoto mgayindlela ke yimi lowo ngithe mandidlula i robbotini kwabe juqhamka i truck yakwa Coke bekumele ime yona co ibivalelekile but yho zange inge yavele yazongena kimi zacika izibani ngisethafeni elihle ngihleli no mama no baba baba: ndodakazi ufunani lana? Me: hayi baba bengisazophumula kade ngihamba ngikhathele him: hamba ekhaya bayakufuna sisi me: haa baba ngisaphumule kamnandi kanje mah: ingane zami zize zimpatshampatsha zifuna wena hamba Mamshengu buyela ekhaya baphela emehlweni mina ngaqhubeka ngihleli lapho ngaze ngebewi ubuthongo nhithe ngisalele njalo ngivuswe ngu Nalo no Nako sebehleli e duzane nam kuleli thafa Nalo: sis our home is not da same with out u uhlaleleni lana? Me: ngisaphumulile Nako: asambe sisi zohamba uphumula sofika bhuti ekhona kase kufuna me: ok asambeni ke sahamba ke nabo Nalo safika ku gcwele ekhaya yhoo me: and kwenzakalani lana? Malo: labantu bebesisiza ukufuna wena kade wahamba me: ok saqhubeka sayongena endlini wonke umuntu wajabula nje ma engibona mina ngathi cela uyolala ngikhathele nangempela bangiyeka ngayolala ngivuke ku nomuntu okhulumayo eduzane kwam ngaphaphama. ngavula amehlo yazi mangithi iyangi hlula i light ngawavula futhi ngabheka bheka no maan Im not in my room kona y bekhala labantu abalana yhoo u Abongile akesemubi nje ngababuka ngazama ukhuluma but i Voice yam ingaphumi ngaba bheka until Nalo akhulume her: sis me: wa...terr she gave me water babiza u Doctor doc: how u feelin Ms Shabalala? Ngayithulela nje mina doc: its been 5 days ukwi comma me: what happen? Doc: u were in car accident yhoo yavele yabuyo yanto yayenzeka dat day kodwa Jesuu doc; u lost so much blood kwafuneka i Donner me: yhooo doc but one of ur family members uzoku donnate and u hav a kidney failure yhoo Jesu kanti mina ngone ngani le ingaka hayi angifikanga eskoleni on my grad day now its Kidney and blood ezidingekayo hayi guys Im busy zonibhalela late nhe
Posted on: Fri, 24 Oct 2014 11:58:18 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015