Into oyiyona today is not determined ur background but is - TopicsExpress



          

Into oyiyona today is not determined ur background but is determined by the choices u make. Kuthiwa kwakunabafana abawu-2, omunye wayeyisidakwa engenalutho, omunye. ephumelele empilweni enomuzi,nonkosikazi omuhle, esebenza kahle. Abantu bathi uma bebuza lodakwayo ukuthi why enje? Wathi Nginje ngenxa kababa, wayeyisidakwa so ngabonela kuyena, ufuzo luyadlulela. I blame him. Babuza lomunye ophumelele empilweni ukuthi yena wenza ngani. Wathi Nginje ngenxa kababa, ngathi ngisakhula ngimbona ephuza ngokweqile kodwa ngathatha isinqumo sokuthi angifuni ukufana nobaba ngomuso.
Posted on: Sun, 13 Jul 2014 05:03:21 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015