Into uma usayenza kanye its called a Mistake, uma sewuyiphinda - TopicsExpress



          

Into uma usayenza kanye its called a Mistake, uma sewuyiphinda okwesibili izala i Behavior, wayiphinda okwesithathu isizala i Lifestyle. Ungalivumeli iphutha liphinda phindeke ngoba lizogcina liyindlela ophila ngayo. Nodayisa umzimba waqala kuyiphutha wase ehluleka ukuzibamba kwagcina esephila ngakho. Nodla izidakamizwa waqala kuyiphutha but ngenxa yokuhluleka ukuzinqanda usephila ngazo. Yathi ingane ize kwi counselling mfundisi, ngakhipha isisu sokuqala ngafihla ngangasho ngoba kwakuyiphutha elibi, but ukwehluleka kwami ukuthi cha endodeni kwangenza ukuthi ngikhulelwe futhi neyesibili ngayikhipha, as it is sengakhipha eziwu 4 and worse nesbeletho sekudingeke ukuthi sikhishwe, ngiyofika ngiphetheni emshadweni. Omunye waqala ngomona wamehlula ukuwunqanda, namhlanje usengu mthakathi. You graduate from unconfessed mistakes. Yini le eyi mistake oyenzayo ekwehlulayo? Yicebe ku Jehova kungakafinyeleli esigabeni sokuthi ibe iyona ndlela ophila ngayo. Dr M. Mdletshe
Posted on: Mon, 08 Sep 2014 09:50:39 +0000

Trending Topics



l-today-8-00-9-00-10th-grade-topic-10103495944940190">First day of school today: 8:00-9:00 10th grade

Recently Viewed Topics




© 2015