Izimpawo Zokubona ukuth abantu baqhamukaphi nendawo njengoba - TopicsExpress



          

Izimpawo Zokubona ukuth abantu baqhamukaphi nendawo njengoba nizobe nihlangene olwandle nje. 1.UMLAZI _ubabona ngokugunda istayela esifanayo bonke bahambe beyigroup bafaniselane it either bagqoke ama AirMax bonke or AmaCarvela baqede bafake nabo Boetie(sp) oh by the wai ama hair style abo anezindlela ekhanda 2.KwaMashu _Bagqoka Formal usually bagqoka ama Designed trousers n Shirts or bafake izikipa eziyi Brand esafufusa nje hlampe izinto ezinjengo yahamba mf2 3.Makhutha/Folweni _ubabona ngokugqoka ama Blukwe amakhulu angabalingani bese beshaya ama Sneakers lawa awo No Name or myb libhalwe ukuth No Issue but nje banalobu nigga bakudala bokugqoka izinto eznkulu. 4.Nanda _uzoba bona nje bahlukile bona bodwa thole beshaye ama short awo Colour bagqoke nama Carvela bese behambe bebhema ke idolobha lonke bebanga nomsindo bayathanda nokuth Sdakiwe suke ndlelen esho umuntu ephuze idampi elilodwa futh nalo beliphiwe. 6.Clermont _ayke ave benesi Farmu sheim angaz y uzoba bona nje noma beqhamuka nge Tekisi bevele ngama windi bejabula bethuka abantu meke yama itaxi baphume badanse wuuuuuuu jehova!! Ave bebilile kodwa ke akusbaxu wejesu umhlola ungaba bhayizeli. #Lol_angdlali :v
Posted on: Tue, 16 Dec 2014 10:56:44 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015