KANTI 1 - TopicsExpress



          

KANTI 1 webabuyehheeeeee solala khona hheeeeeee solala khona awu awu awuuuu solala khona kwakushunqa uthuli zibholoha izintombi nezinsizwa angithi kuphuma umshado ngakusasa ntambama kwa Hadebe uyaphuma uBazamile uyoshadela kwa Msani eNdwedwe kodwa umshado uzophumela kubo kwa Maphumulo eMganwini wililililililiiiiiiiiiiiiiiiii hamba kahle nkosazane hamba kahle nkosazane emhlophe angithi ulwesine izintombi nezinsizwa zizolala khona lokhoke kumjabulisa kakhulu uZakhona angithi phela uma kulalelwa ngakhona uyasazi isikhathi sokujuma igusha siyamchaza kakhulu yena njengoba ezalwa ngabazali abanomthetho kakhulu. *****************************ukujuma igusha yilapho khona izinsizwa kuye kuthi uma seziqede ukucula bese ziyalala . Ziye zilale kuyo indlu ezisuke kade zibholohela kuyo abafana baye balale ngaphesheya esililini samadoda amantombazane wona aye alale kwesomama . Veleke izintombi zasemakhaya zigqoka izinto eziyizikhinkilana kungaba onomndindi noma zibhince amancane amathawula angafuni kwakuhlangana okhalweni kuze kusize isipeletu ukuhlanganisa laphoke ithanga lisuke livele lonke , yingakhoke aye engasifaki isikhindi sangaphansi enzela kube lula uma sekujunywa igusha. Kuye kuthi masekulelwe sebeqalile behonqa abanye , kubonakale insizwa ngayinye inyonyoba ibheke la kulele khona izintombi nebala uyobona ngentombi isiphendla isikhala ivule isikhadlana ngemumva laphoke isiyoyidunuselake leyonsizwa bese bayaganganake kodwa iqikelele intombi ukuthi ayibonanga ukuthi ibiganga nobani ngokunjalo nensizwa igcina ingayazanga intombi ebiganga nayo kuba wumdlalo nje omnandi kodwa oyimfihlo. *****************************Zakhona dadewethu ngicela ungagqoki kanjena njengoba sizohamba nawe siya emufundelweni wayengafuni uMusa udadewabo afake lonomndindi awufakile isizathu wayewazi umqondo wokujunywa kwegusha ngakhoke wayengafuni kwenzeke iphutha nodadewabo agcine esejunywa ngizoshitshake bhuti uma ungakuthandi lokhu kugqoka kwami yayimujabulisa intobeko kadadewabo uMusa . Uma emkhuza wayevele athobe kwakungekho simo sokudaza inkani . Wayengabuzi ukuthi yini ndaba noma kunani kodwa isiyalo nokukhuzwa wayevele akuzwe. *****************************mtanami ngiyakwenyanya lokhu kujola okuhlasele indawo yase Mganwini indawo yakithi, usubona izingane zincikisene ngambili ezigxobeni ngiyakubonga Zakhona zilonde nje mtanami uzigcine uze ufike eminyakeni engamashumi amabili laphoke ngiyokwenzela omkhulu umcimbi wokukukhulisa kwakungamazwi ayephuma kuNdosi ubaba ka Zakhona beno Musa esebheke eGoli lapho asebenza khona . Yikhoke lokhu okwakwenza uZakhona ajabule uma kunombholoho ngoba wayazi ukuthi uzojunywa ezwe obukhulu ubumnandi ekubeni engaqome muntu futhi enconywa nasekhaya ngoba ehleze esobala kubazali bakhe. Useneminyaka eyishumi nesishiyagalombili kodwa akakaze aqome mfana futhi akakaze abuye emumva kwesikhathi uma kade ethunyiwe noma eye esikoleni.********************* jooooh kumnandi Zakhona mnganami kuvele kukitaze kamnandi yonke indawo uphuthelwe ubumnandi wayeqojeme ezisula uBongiwe angithi babesemfundelweni ka Buthelezi ezinyangeni ezintathu ezidlule nakhuke uBongiwe esecela ukuphelezelwa ngu Zakhona baye esokeni lakhe uVusi owayelinde esdumbeni ensimini angithi ithena ukuqhela kwimizi . Bathi befika nje babe bedumelana beqabulana ithawula ebelibhincwe uBongiwe lase liwe laze laphephuka walijaha uZakhona walithatha lakuye siyacela sisi usigadele abantu uma kukhona ombonayo usazise kwakukhuluma uVusi ngezwi elase lihoshozela . Wavumake uZakhona wayelokhu emuzwe njalo uBongiwe ekhala ngobumnandi obukhulu abuzwayo. Waze wahala naye wafisa ukuthi kungakungcono ukuba unesoka pho ke angababekaphi abazali bakhe noMusa. Babuyelake ngaphakathi kwafika isikhathi sokulala uthe esalele wezwa isandla simhlikihla isinqe hlehla mamah ngvuleli skhala kwaba sengathi uyaphupha uZakhona wasivula isikhala somfana maqede wadunusa elele ngohlangothi kwaba wukuqala kwakheke ukulala nokusuka kobuntombi bakhe . Yingakhoke nanamuhla kwa Hadebe ekhona futhi esejahe kulalwe angithi njalo nje emveni kwakwa Buthelezi lomfana abangazani naye sebehleze bejumana wamhlebela ka Buthelezi wathi njalo mamah ulale ube ngowesithathu kumnandi ukulala nawe ngitshele phela ukuthi wubani ngebhadi wayengafuni ukuba nesoka engakamuliswa uZakhona kodwa wayethanda ukujunywa nje. KwaHadebe wayesekhuza ekhuzile umfana bazosizwa bo kahle wayesekhala kakhulu uZakhona enyakaza esekhohliwe ukuthi baganga phakathi kwabantu abalele. Wayezwa ubumnandi obukhulu uZakhona kodwa wayeqikelele ukuthi abangani bakhe oBongiwe bangazi ukuthi uyajunywa, wayefuna bamazi njengentombi nto engajoli. *********** kodwa mtanami ukufunani kodwa lomkhuhlane olokhu ukuphalazisa awusafuni uyobuka umshado wentombi nto enjengawe ? Hhayi ngiyaziqhenya ngawe ngane yami ngye ngbabuke oma Zwane ngize ngizibuze nje ukuthi ngingahlala kanjani nengane emithi kumuphi wona umuzi alufakwa phela . Iyaqhubeka
Posted on: Mon, 12 Jan 2015 12:12:46 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015