KUMELE YINI BAPHUMELE OBALA? Umholi we-Agang SA uMamphela - TopicsExpress



          

KUMELE YINI BAPHUMELE OBALA? Umholi we-Agang SA uMamphela Ramphele izolo uvese ukuthi unothe ngo-R55 million, wathi umuzi ahlala kuwo ungabiza–R10m. Ube esephonsa inselelo ethi namanye amalungu ePhalamende awabeke obala izimali zawo. Ngokwakho ngabe kumele yini osopolitiki bazise umhlaba ngomnotho wabo, njengoba kusho uRamphele? Uma bephumela obala, ubona lokhu kuzokuza namuphi umehluko lubavoti? Asikhulume ku-isizulu@news24
Posted on: Thu, 22 Aug 2013 07:51:00 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015