KWANGIPHINDA LOKHO PART9 Cha impela uyakwazi ukunakekela - TopicsExpress



          

KWANGIPHINDA LOKHO PART9 Cha impela uyakwazi ukunakekela indoda mtakwethu,futhi uqinisile selizosala kuwe i-cardkusho uThemba enanele ukufudumala kwamanzi nezandla zikaThuli.Ivele igidagide yodwa inhliziyo kaThuli uma ezwa ukuthi selizosala naye i-card kwazise ksasa kuphela inyanga impela kshuthi uzobe ebomvu imali kaThemba wakheThembauThuli ebiza umuntu wakheyebo sthandwa samikusabela uThembangyakuthanda Nzimande wam ngyakuthanda Mpephethwakusho uThuli eselalise amehlo ephakama esuka ukugeza inyawo ebrusher amathanga kaThemba aye ayoncika ngamabele esfubeni,bese ehlala emathangeni kaThembamncwaa kuqabula uThulinami ngyazifela ngawe Thuli wamiisho ephefumlela phezulu phela uThuli usekhotha intamo yendoda. Afike kwakhe uSli ashone ebhavini afike ageze,athi ukuhlala kancane emanziniaibo amanyala ani lawa cishe ngawenza kodwa?ezbuzacha lomlisa yena bengimthanda futhi bengbona mina naye singaya phambi,but ai uyingozi kimi nasothandweni lwethu,nami kwamele ngizinike iskhathi nje ngimbuke manje umuntu or ngingabe ngsazingena ezikamathandana ngoba mina ubambo lwami maybe selwafa nje who knowsesho esukuma emanzini azesule aze abheke nentombazane yakhe,lena akacishe wayijeka uXolani anikine ikhanda,ashone embhedeni,eseyolala. dammit lengane ingihlule kanjani kodwa,yazi kube ngivele ngayicindezelela khona emotweni ngabe siright manjekucabanga uXolani ogejile ngojeke wakhe phela ugcine ngedeepstick(finger) cha kumele ngimzuze back lomtwana atleast ngilale nayeke nje phela eish yashisa tjoo or ngivele ngimbeke amathambo esiswini oncekucabanga uXolani aze anqekuzise ikhanda.Afikelwe ubuthongo alale. Ngapha uThemba udonsa obude ubuthongo emva kwemqhudelwano abebewushaya noThuli,ukhathele uyafa uThemba,uThuli yena umatasa uzixoxela noThula wakhe phela uvele wamfonela namhlanje bayakhuluma mpela,nokho useyalwazi udaba uThula lokukhulelwa kukaThuli kodwa akanankinga ngoba unomuntu wakhe vele yena,kodwa kuThuli uthe akanankinga yena nje umthanda noma ekhulelwe noma engakhulelweso ksasa uzozongibona angithi?kubuza uThulino love wena kmele uze kimi phela imina engikuthandayo lolkuhleka uThulaok ke ngzoza,cha impela uzimisele ukukhulisa lenganeesho ezipotoza isisuaw kwengizwe nje ukuthi unjani if ukhulelweasho ahleke umfokaNzuza,baxoxe okungatheni bathembisane kubonana,alandule nangemali uThulakhululeka sthandwa money is not a matter ngkhona mina ngzokwenzela intozakhona kusho uThuli ezishaya isfuba phela uthembe imali kaThemba ukuthi uzomenzela ngayo.Bavalelisane bethembise ukuhlangana eMochachose resturant. Pi pi pi umsindo wamatekisi ekseni isphithiphithi abantu bagibela abanye bayadilika kuphuthunywa emsebenzini.Afike avule uSli ahlale kancane kungene uSihle,babingelelane baxoxe nje okungathenikodwa sisi wabukeka uphansike bo namhlanje ekubeni sihlukane kamnandi izolokubuza uSihle ekhathazekacha nawe Sihle usuyangazi impela yazikusho uSli ehleka inhlininiphela wena sengihlalile nawe sisiimpela wena Sihle usufana nosisi kimi,but ngithembise lokhu kuqala,ngeke utshele muntu imfihlo lena neh?kusho uSli ajike nobuso aw sisi mina ubona kuthi angthembekile yini,phela wena uyigazi lami sesinyamane njengoba sisebenza lana njeesho efunga uSihleok ke uThemba mina naye sesahlukaavele alandise yonke indaba kuze kufika kwekaXolanilapho uSihle usekhiphe wonke amehlo ebakaza lezindaba ezingakaungabakazi Sihle khumbula imfihlo yethu lena right?kusho uSli ekhomba uSihle,anqekuzise ikhanda noSihle qo qo qongenakusho uSli ngokunganaki bezixoxela noSihle. Kungene uXolani eseshaya kancaneaibo ubekwa yini lana?kusho uSlioooh Mr Mbatha usuze ngommeli wakho?kusho uSihleempeleni Sli ngize kummeli wami bengithi angidlule nje ngikubingelelekusho uXolani,Abheke phansi uSliyebo-ke Xolani,cha ngakubambezeli usungahamba uye kummeli wakhokusho uSli ngamahlonyanaai ngsacela ukuphuma kusho uSihle edonsa umnyango abashiye bodwaSihle Sihle buya yini manjekumemeza uSli esephume kudala uSihlecha muyekele uSihle usinika ithuba awboni yinikusho uXolani evalisisa umnyango,abuye eseze ngqo kuSlikodwa Xolani ufunani manje ngoba kuphelile okwethuesho ngovadlwanaSli uyakwazi ukwaliwa kuyinto embi nebuhlungu kanjani especial uma waliwa umuntu omthandayo,ngicabanga ukuthi usunolwazi lwaleyo feelingesho embamba umunwe,athi uyakhuluma lingaphumi izwi agcine ngokunqekuzisa ikhanda,asondele uXolani ahlehle uSli,azame ukumphushaNOKUSHO uSliyini manje?kuhlebeza uXolaniXolani asingaqali please esho esencike ngobonda uSli,lapho ilokhu esondelile uXolani,afike anamathele kuye ngesfuba izandla ezehlisele emathangeni,lapho uSli ezakhe sezisemahlombe kaXolani akazi noma amphushe or amsondeze yiniharrasment Xolanikuhlebeza uSli lapho esecimezile.Anganaki uXolani askhuphule slowly isketi esinye isandla sibambe ngqi isinqe ngemumva.Akhamise into engapheli uSli lapho ucimezile.Kuvele kukhale ucingo athi uyolubamba uSli amcidezele obondeni uXolanirelax Sliesho esekhulumela endlebeni manje aahh no. IYAQHUBEKA
Posted on: Tue, 30 Sep 2014 05:41:38 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015