Khulekani Kilometre Mkhize uKilometre ugibele ibhasi (Road - TopicsExpress



          

Khulekani Kilometre Mkhize uKilometre ugibele ibhasi (Road Link) esuka eLindelani iya eKapa, eceleni kwakhe kuhlezi omunye umama bayaxoxa. Mama : Baba uyayazi iKapa Kilo : Ngiyazi kakhulu Mama : iKenya yona? Kilo : Ngiyayazi yonke ngake ngavakatshela khona ngo 2005. Mama : iBotswana ke uyayazi? Kilo : Hawu, yizindawo zami ke lezo,kusuka eFrancistown, Tonota, Pikwe kuze kuyothi eGaborone, sisakhula sasisithi kuseGabs.Ngake ngahlala eBroadhurst laseMopane. Mama : Hayi cha, uyayazazi izindawo baba Kilo : (emamatheka) Yeah,phela mina bengiyi-Tourist . Mama : Hawu kwakuhle ke lokho.kufuze ukuba iGeography uyayazi Kilo : Uhmm, Jah, kodwa ngadlula khona kusebusuku. #KilometreTheLegend Plz sms Satma Dr Bone best newcomer to 34066
Posted on: Sun, 28 Sep 2014 07:33:17 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015