Ksasa Im on Sfunukwazi for 30 min, channel 161 @8pm. Asidlule ke - TopicsExpress



          

Ksasa Im on Sfunukwazi for 30 min, channel 161 @8pm. Asidlule ke lapho, ayke njengoba ngangishilo ke ukuth ngiqale I gym ngeviki elidlule. Awke namhlanje ngingene ekseni njengenjwayelo e Virgin Active Oveport, ngaphakamisa insimbi ebengaz kahle ukuth izongihlula but nginqene ukuphakamisa le encane ngoba bekunesphalaphala la eduze kwam ebesizivocavoca naso. Awke, ngayiphakamisa kanye insimbi ngilele ebhentshini, okwesibili ayinyukanga, yahlala ngqo emqaleni. Ngisizwe isona isphalaphala leso sengbona nje ukuth ngiya kobona oDavide no Mathewu ngamehlo. Ay cha nakuba kunjalo ke, ngeke ngiphinde ngilubeke unyawo lwam laphana hha! Amahloni enginawo. Or ke ngizojima ntambama manje nalaba abangasbonanga lesehlakalo. Nakunina bangan, umunt ozongihleka angisamkhulumisi nje.
Posted on: Sun, 26 Oct 2014 16:20:13 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015