Kushone u aunt wakho omazi kahle ukuth ubene nhliziyo embi, - TopicsExpress



          

Kushone u aunt wakho omazi kahle ukuth ubene nhliziyo embi, kulandele umalume wakho obenolaka ewuphuma silwe, nomkhulu wakho obeyphuzela nje impela aqinise, no mamncane wakho oyisfebe, mase uneynkinga uye enyangeni ithi inyango ngenisa abantu bakini egcekeni kuze bezokvila aw nkosyam isdakwa , nesfebe , nomuntu onenhliziyo embi uzowvikela njani umuzi wakini kanti anazi yin ukuth lithe ibhaybheli akusekho ukuguquka ngale kwethuna lize liyawgcwalisa umbhalo lithi asebedlule abase nasabelo emhlabeni, nesitsha ababedlela kuso abasadli kuso ngoba abasa lambi abasomi. Kodwa nisenza amatiye #Shisekelani okwaphezulu #okwasemhlabeni kuyedlula Levetikusi 19 verse 31 ujehova ukhuluma nomose uthi batshele ukuthe bengaphendukeli kwabanamadlozi ngingu jehova unkulunkulu wena
Posted on: Tue, 28 Oct 2014 06:28:49 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015