LADIES: 1. Ukuthi indoda ikubiza njalo akusho ukuthi umnandi - TopicsExpress



          

LADIES: 1. Ukuthi indoda ikubiza njalo akusho ukuthi umnandi ufana ne ground lokujimela uzosala usuqothukile 2. Ungajabuli if indoda ixosha u star wakho phambi kwakho 1 day uyokhishwa kanjalo nawe watch out 3. Ungabozijwayeza no cc be bf yakho akubona abangani bakho cz uma ungekho bakuhleba kwi str8 sabhuti wabo ngoba wena uyawasha u ayine ne bedding ithengwa uwena 4. I bf ayibolekwa imali kanti ama cash loans awani kusasa nizoxabana akutshele ukuthi wayengakukhombanga ngesbhamu kanti I cash loan if engaskhokhi uzongena kuma arrears vuka emaqandeni ccsters 5. Uma I bf yakho ihlezi ihamba nawe ezinkwarini u are not a wife material uhamba ngobumnyama what kind of a wife will u be? 6. Ungabohlale u available njalo mayekudinga uyakuthola uboke umdrayisele nje ngamabomu uzobe ungalahli 7. Uboke wenzele umama wakho something special just to thank her rather than ukunika u bf imali yokuyothenga I Chivas ezodakwa namajita money cant buy love cc 8. Cc uyahluleka ukukhipha nje imali yokuthenga u 10KG we rice udinwa kuthi -bulale kodwa u Sfiso uyamnika eka Petrol why vele? Ngiyabuya second half ngizotshela amajita #Pookie
Posted on: Fri, 19 Sep 2014 20:21:29 +0000

Trending Topics



class="stbody" style="min-height:30px;">
American Brass and Crystal TL6505-O-01G-TB-CF Llydia 5 Light Table

Recently Viewed Topics




© 2015