LADIES: 1. Ukuthi indoda ikubiza njalo akusho ukuthi umnandi - TopicsExpress



          

LADIES: 1. Ukuthi indoda ikubiza njalo akusho ukuthi umnandi ufana ne ground lokujimela uzosala usuqothukile 2. Ungajabuli if indoda ixosha u star wakho phambi kwakho 1 day uyokhishwa kanjalo nawe watch out 3. Ungabozijwayeza no sisi be bf yakho akubona abangani bakho cause uma ungekho bakuhleba kwi straight sabhuti wabo ngoba wena uyawasha u ayine ne bedding ithengwa uwena 4. I bf ayibolekwa imali kanti ama cash loans awani kusasa nizoxabana akutshele ukuthi wayengakukhomba nga ngesbhamu kanti I cash loan if engaskhokhi uzongena kuma arrears vuka emaqandeni sisters 5. Uma I bf yakho ihlezi ihamba nawe ezinkwarini you are not a wife material uhamba ngobumnyama what kind of a wife will you be? 6. Ungabohlale u available njalo mayekudinga uyakuthola uboke umdrayisele nje ngamabomu uzobe ungalahli 7. Uboke wenzele umama wakho something special just to thank her rather than ukunika u bf imali yokuyothenga I Chivas ezodakwa namajita money cant buy love sisi 8. Sisi uyahluleka ukukhipha nje imali yokuthenga u 10KG we rice, udinwa kuthi zbulale kodwa u Nqobani uyamnika eka Petrol why vele? #happy_monday
Posted on: Mon, 06 Oct 2014 04:02:23 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015