Monday ngise PAVA ngahlangana nenye iTekeni :) . Yayiphuthuma - TopicsExpress



          

Monday ngise PAVA ngahlangana nenye iTekeni :) . Yayiphuthuma ubona ukuth ijahile bt ngacela ingiphe umzuzwana nje omcane ngacela inumber yayo, ngayibuza negama > konke ngakuthola ngyaytshela ukuth ngoba uyaphuthuma okunye sokukhuluma efonini, yath ngikhuleke ngifone noma inini :) . L8a ngaloyo day ngakhumbula ukuthi bekunomuntu ebengthe ngizomfonela uma ngifona, ngimtshela ukuthi imina, ngezwa ivoice yakhe iba soft ngamcoma ngimtshela ukuthi kade emuhle, futhi egqoke kahle istayela sakhe ngiyasithanda, wabonga ngase ngath : elale kahle wabonga, wathi nami ngilale kahle ngase ifone ngiyayivala, inumber yakhe ngayi deleta wafona namhlanje -_- . Her : hy me : sho her : unjani? Me : ngi grand, ngikhuluma noba? Her : hawu, inumber yami awusanayo yini? Me : cha anginayo her : monday ebsuku wangifonela nje, inumber yami uyithathe sihlangane nawe ePava me : ohh, ngangiyithathele ukuth ngikuncome kphela, emva kwalokkho isdingo sayo kade ngingasasboni her : mxm bengithi ufuna ukukhuluma nami into esile, okey bye :( . --- and i was like :o . Kanti iTekeni uma uthatha iphone number yayo isuke icabangani? #smh -_-
Posted on: Wed, 19 Nov 2014 06:28:28 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015