NAMHLANJE EKUSENI Ngithi khuluma Moya kaBaba. Ngithi akuphinde - TopicsExpress



          

NAMHLANJE EKUSENI Ngithi khuluma Moya kaBaba. Ngithi akuphinde njalo ekuseni,ukhulume nathi. Phinda njalo Moya usithinte endleleni,ngegama likaJesu. Baba namanje ekuseni,ngenela phakathi kwethu,phinda njalo usizwe lapho sikhala kuwe ngegama likaJesu. Baba sizamile konke,Baba ngenela ezimpilweni zethu namanje ekuseni ngegama likaJesu. Siwile endleleni,now we need your touch again. Sikhuleka singaphendulwa,because we lost connetion with you my God. We asking your connetion ooh God. Siyakhala kodwa asithuliswa because we switch off our plugs that connect us close to you oooh my Bod. We ask you to Father to put the plugs on again,so that we can be hot in this presence name. Now sikhulekela igazi likaJesu libuse ezimpilweni zethu. Sikhulekela ukukhululwa ekuboshweni,sikhulrkela yonke imisebenzi yomubi ngegama likaJesu sithi ayiphume. Sikhulekela ukuxolela abanye ngegama likaJesu. Sikhulekela abagulayo ngegama likaJesu mabaphile. Abakhalayo beduduzwa njalo ngegama likaJesu. Ulungile baba namanje. Sithi udumo lenhlonipho kungikwakho. In Jesus name. Amen
Posted on: Wed, 21 Jan 2015 06:52:54 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015