NGZOLIQEDA MINA 27 yabe isingibuza ukuthi - TopicsExpress



          

NGZOLIQEDA MINA 27 yabe isingibuza ukuthi ngingenze njani uma uNkanyiso avele angabe esabuya avele athi useyakholwa ngaphendula ngathi ngingaphatheka kabuhlungu . Yilaphoke eyabe seyingazisa ukuthi iyona nkinga ehlasele kulamalanga inkinga yokukholwa kwezinsizwa zisale kanjalo izintombi athule esathathe ikhefu uPinky amehlo abantu bonke asethe njo kuPinky nakhu okuzokwenzeka mtanami wena uzodlela ezitsheni ezifayo wena ngfuna uvame ukuvulela o first grade babafana ikhekhe lakho ikakhulu laba abakholwayo nabathi basindisiwe kunye namadoda ashadile kulowomzuzu selibheke phansi iphoyisa angithi nalo bathi bezoqapha isimo bebeke inqola khona e hostela lathuka sebetholene kwashunqa uthuli beno Pinky yingakho uMvangeli kungavumanga kumoya ukuthi alidedele lihambe lingayizwanga inhlambuluko. mtanami kuzofanele sili decorater ikhekhe lihlobe ngegolide ebese liphinde lihlobe ngemibala yembali kusukela namuhla wena usuyifa ngenxa yokunongwa kwekhekhe lakho . Uthi angikutshele ubaba ukuthi ungokhethiweyo kulendawo akekho ozokuhlupha. ****************************nangempela yamyalela lendoda ukuthi avukele e flatin lakhe ukuze ayohlobisa isidlo samadoda. ngathi sengizoyiswa lapho ngaphuziswa ubisi okwathiwa lizongenza ngingasabi uma sengiyongena endlini yokuhloba ngingezwa nobuhlungu mase kufakwa igolide . Nangempela ngangena kuleyondlu eyayinabantu ababezidwebe baba mibalabala ,abanye i tatoo yayigcwele umzimba wonke abanye babevule imilenze kuhlotshiswa amakhekhe abo kwakumnandi kuhlekwa kukhulunywa inhlamba yodwa nje . bayabukana endlini manje kwakunesifuthufuthu nje sokufudumala kwemizwa kulendlu engangikuyo . Nami ngavula imilenze senginqunu ngacela ukuthi lensizwa eyayinqunu umphambili wayo umibalabala i tatoo ngacela ukuthi ike yime ukungihlobisa ayiqale ngokulala nami yangihleka lona phela sisi wami ulungiselwe labosisi abathi basindisiwe kunye nalabo abathi bazigcinele imishado wena kumele kushise igazi uphume uvutha lishone labodoti abazibiza ngezinceku esekhona oyedwa osulalile naye sisabalalisa imfebo thina acele amanzi uPinky bamnike aqhubeke nodaba lwakhe eseqedile ukuphuza. **************************** yangifaka i tatoo emibala yezimbali ekhekheni lami lensizwa akusophinde kube naziboya eziyakumila kulesi sidlo yaqhubeka yangifaka icici yathi uyolinyakazisa uma ubona okuyisidididi sensizwa kuphethe i bible futhi lelicici liyisivumelwane sanamuhla ngakho ngithi isiphambano sakho lesi uyosishiya ekufeni yabe isithi kimi lensizwa angihambe ngiyofungiswa kumphathi . Kusukela ngaleyomini kwakungasavumi ngigqoke into ende ngavele ngafaka isikibha ngoba sasizimboza izinqe ibhulukwe engangiligqokile lasala khona kuleyondlu . Ngafika kumphathi wathi kimi ntombazane usuhlobile umhlaba owakho gijima kuwo uzenzele okubi ke ngeke ube namtwana washo lokho wangibheka emehlweni wangibona ngingathuki wajabula kakhulu lenake yimfihlo yami nawe uma uke wayidalula uyofa nokufa ngafunga ngamisa iminwe ngathi ngimisa isphambano siyinyanya kabi lento oyimisayo misa kanjena *****************************Pinky njengoba usuhlambulukile bukhona ubuhlungu bokugula obuzwayo manje kubuza umvangeli chabo angizwa lutho anikine ikhanda umvangeli ububanjwe amazwi ayize uJehova uma kuthiwa ungomdala wezinsuku kusuke kushiwo lokhuke. Yena uyilwile impi yakho njengalokhu uJesu wasihlwitha e hydesi isihluthulelo sokufa ngakhoke nakuwe kuye kwanqotshwa kuwe kodwa wena wabanjwa amazwi ayize akukho kufa ozokufa, amehlo akho azovuleka okunokuthi ufe usuzophila manje kakhulu futhi ngzocela zinceku simukhiphe isivumelwane sika devil nangempela baya naye ekamelweni balikhipha icici kwasala i tatoo yodwa ngenxa yokusuka kwecici lomshado wesivumelwano sakho nosathane usukhululekile uPinky waqala wafikelwa amahloni uma ebuka bonke alalile nabo kanti amahloni yinto abengesenayo ngyaxolisa Zenzo kunje nje nje kungenxa yami wenza imikhuba nje yingenxa yami ubungeke ukwenze lokhu uphila akhale uPinky ngyacela muntu womthetho mkhulule ubehaqwe amandla obumnyama uZenzo kusho umvangeli wakhululwa uZenzo wezwakala esehuba njengakudala nkosi ngisimamisele endaweni ethe dundu endaweni ephakeme nkosi ngimise phezulu evule izandla kwadunyiswa e hostela kwakhulekwa bathethelelana bonke. ngathatha isifungo mhla kushaywa kuxoshwa uLuthando ngathi mina idimoni elilapha kulendlu ngizoliqeda mina ngegama lika Jesu ophilayo kuqhume u haleluya endlini kubongwa inkosi nami ngangifungile ngathi ngizoliqeda mina leliqeqebana elithi lizokholwa lapha e hostela no Pinky wayesho esakhe isifungo ayesifungile ******** iphelile iminyaka emithathu oPinky noThabo bayazibusisa ekamelweni ngenkonzo yocansi baphazanyiswe ingane yabo ibhadazela angithi bashada indumezulu yomshado beshadiswa umfundisi uLuthando Mngomezulu , igciwane alisekho kuye uZandi yena usashada naye kanti uZenzo uhlezi ngokuthula nomkakhe naye wakhulekelwa sasuka isifo kodwa usamvikela umkakhe nge condom . Iyaphela bazalwane tnx
Posted on: Tue, 06 Jan 2015 08:44:18 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015